kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

walt disney records – zilungiseleni كلمات اغاني

Loading...

[scar, kuculwe]
ngiyazi amandla wakho okugcina
amanzi njengezinqa zentibane
noma uyisithutha lalela la
lamazwi ngiwasho ngokuziqhenya

ubukeka undwazile
akukhanyi lutho bephuzulu
sikhuluma ebukhosini ngokulandelana
ngisho nawe ungabanjwa ungazi
zilungesili thube elide
lungiseli ndabe mangalisayo
iskhathi esikhanyayo esicokeme

[shenzi]
thina manje senzeni?

[scar]
lalela uthisha

ngiyazi ngamanyala
kodwa umbuso nizowuthola
uma nje ningi vuna
amacala siwanqume kamnandi
zilungiseleni tha!

[banzai, ekhulunyiwe]
ya phela siyakuzwa ya impela siyakuzwa haha uthini?

[scar, ekhulunyiwe]
ngithi makubulawe inkosi

[banzai, ekhulunyiwe]
yini iyagula?

[scar, ekhulunyiwe]
nami ngifuna ukubusa ezweni. naye u simba uzo!
[shenzi, ekhulunyiwe]
uzobulawelani? angithi uyinkosi

[shenzi & banzai & ed, ekhulunyiwe]
hay’nkosi, hay’nkosi, la la la la la la!

[scar, ekhulunyiwe]
zithutha nami ngizoba inkosi

[banzai, ekhulunyiwe]
kodwa uthe ngeke…

[scar, ekhulunyiwe]
nakanjani ngizoba inkosi! hlalani nami kanti ngeke niphindе nilambe!

[izimpisi, ekhulunyiwe]
yeeah! kanti uzoba inkosi ekahle

(kuculwе)
kuhle kakhulu masihlangene
nenkosi ethandekayo

[scar]
izandla ziyagezana nilindelwe
ukuthatha imisebenzi efanele
ik’sasa ligcweli mpumelo
yonke izoza kimi
iphuzu engizoligcizelela
anitholi lutho ngaphandle kwami
[scar & izimpisi]
zilungisele ngizothatha ubukhosi eminyakeni elikhulu
zilungisele ngezulu eligcolile
ngani hlakaniphela
yonke leminyaka
nilokhu ninqaba
ehe ingakho nje
nginkosi esemqoka
ehlonishwayo ekhonziwe
nithi ngiyamangalisa
ngizimisele amazinyo athe bha
zilungeseleni
ngizimisele amazinyo athe bha
zilungiseleni

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...