kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

walt disney records – ngeke ngimele ukuba ngize ngibe yinkosi كلمات اغاني

Loading...

[simba]
ngizoba enamandl’ inkosi, zitha qaphelani!

[zazu]
weh, angikaze ngiyibone inkosi yezilwane enezinwele ezincane kanje

[simba]
kuzoba yim’ obukwayo okudlula amanye amakhosi
ngifunda nokudelela ngijwayele ukubhodla!

[zazu]
aha, kodwa_ke akusho lutho lokho

[simba]
sengijah’ ukuba yinkosi!

[zazu]
kodwa isende lendlela nkosana uma ucabanga…

[simba]
akothi yenzukuthi

[zazu]
akekho othi iba la…

[nala]
akekho othi iba la
[zazu]
akekho othi bheka la…

[simba]
akekho othi yeka

[zazu]
ngikhululekile…

[simba & nala]
akekho othi bheka la

[zazu]
ngenza intando yami!

[simba]
ngikhululekile ilanga lonke

[zazu]
mina nawe asixoxe

[simba]
ngеnza intando yami!

[zazu]
ngibona kuyisikhathi sokuthi mina nawe sibe nokubonisana
[simba]
inkosi ayikudingi ukululekwa yizinsinyizi

[zazu]
uma kunjе eb’khosini ngishiye phandle mina
phandle komsebenzi, phandle kweafrika, angifuni ukuba la
ingani uwalahlile amasiko

[simba]
wo, ngijah’ ukuba yinkosi!

sonke uma sibhek’ ehlomb’
bhekanani nasekunene
lapho nibheka khona, ngime ngiyaqhakaza!

[zazu]
hhayi manje!

[izilwane]
zonk’ izilwane mazijabule
mazizwe wonke umhlangi nezinyoni
isikhathi senkos’ usimba sifikile

[simba & izilwane]
ngijah’ ukuba yinkosi!
wo, ngijah’ ukuba yinkosi!
wo, ngijah’ ukuba yinkosi!

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...