kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

vusi mahlasela – kuyobanjani na كلمات اغاني

Loading...

[verse]
kuyoba njani na kusasa
uma mina nawe s’shada
sime phambi kwomfundisi sisho sithi
sohlukaniswa yinto yodwa kuphela, ukufa

kuyoba njani na, kusasa
uma mina nawe s’shada
sime phambi kwomfudisi sithatha isinqumo sokuthi
mina nawe, sohlukaniswa yinto yodwa kuphela, ukafa

kuyoba njani na kusasa
uma mina nawe s’hlezi kamnandi
emzini wethu
sikhulisa izingani zethu

kuyoba njani na kusasa
uma mina nawe s’hlezi kamnandi
emzini wethu
sikhulisa izingani zethu

ngikubone uyintombi
umuhle, ngakuthanda, ngakutusa
ngakufaka indandatho
namhlanje naz’ iingane
ngiyawuthand’ umndeni wam’
kuyoba njani na?
kuyoba njani na?

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...