kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

twenty-kay lyrical-killer za – bashiye kanjalo كلمات اغاني

Loading...

✍…bashiye kanjalo lyrics

✍️…hook(x2)
ba bash bashiye kanjalo sthandwa sami mina nawe sigudle intaba zokhahlamba asikhohlwe ondaba kancani baby sithi ukubambisana nali uthando esinalo(ah ah ah)
bashiye kanjalo sthandwa sami mina nawe sigudle intaba zokhahlamba asikhohlwe ondaba kancani baby sithi ukubambisana nali uthando esinalo(ah ah ah)

✍️…verse
bashiye kanjalo samkelisiwe baby
bashiye kanjalo abakwazi ukukujabulisa
bakwenza uhlala uhlezi ubalisa
abakwazi ukukuthinta ngendlela u twenty_kay akuthinta ng_yo
abakwazi ukukuthanda ngendlela engiku’thanda ng_yo
bashiye kanjalo sthandwa sami ngvumele mina ngikuphathe kahle ngothando sinyathele kahle
samkelisiwe ngcela ungzalele abantwana abahle njengawe
inkunzi ibesematholeni ngibathande njengawe
bashiye banjalo bambo’lwami bajinde ondaba bakhulume thina siyathandanda abake’bame kancani wayeke amaxoki axokozele wodwa
samkelisiwe baby inhliziyo yami ufuna wena wedwa
inqondo yami idenka ngawe wena wedwa

✍️…hook(x5)

ba bash bashiye kanjalo sthandwa sami mina nawe sigudle intaba zokhahlamba asikhohlwe ondaba kancani baby sithi ukubambisana nali uthando esinalo(ah ah ah)
bashiye kanjalo sthandwa sami mina nawe sigudle intaba zokhahlamba asikhohlwe ondaba kancani baby sithi ukubambisana nali uthando esinalo(ah ah ah)

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...