kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

s’villa – thula كلمات اغاني

Loading...

uku ukushona kwelanga
kuleth’ uzinhlungu zodwa, kuleth’ izinsizi zodwa
uku ukuphuma kwelanga
kuleth’ intokozo nenjabulo
thula, thula mama ungakhali
sula mama inyembezi zakho
umdali uzosibonis’ indlela
thula, thula mama ungakhali
sula mama inyembezi zakho
umdali uzosibonis’ indlela
thula!

mdali sohlala sicela
ngob’ implil’ ihlala inzima
ngaphandle kwakh’ ithemba alikho
nyembezi zixube negazi
mdali wethu sphinde sacela
khiph’ ubuhlungu ebusweni bami, yeah!
igama lakho lihlala likhanya
uthando liphilisa empilweni
i’m on my knees and i’m praying oh lord!
and my hands are held up high, oh no!
and all that i have is sin, lord!
cleanse me oh lord!

thula, thula mama ungakhali
sula mama inyembezi zakho
umdali uzosibonis’ indlela
thula, thula mama ungakhali
sula mama inyembezi zakho
umdali uzosibonis’ indlela
thula

ngiyazi kubuhlungu
kodwa kuzodlula mama
inkinga zakho nenhlungu zakho
konke sikubeka kuye
ngiyazi kulukhuni
ngiyazi kuyasinda kuyehlela
kodwa uma kuyintando yakhe
kulungile yebo kulungile!
i know it hurts i know it breaks you apart
i see the pain i see it right in your eyes
wohlabelel’ ubonge amazulu
i did! i did! i did!

thula, thula mama ungakhali
sula mama inyembezi zakho
umdali uzosibonis’ indlela
thula, thula mama ungakhali
sula mama inyembezi zakho
umdali uzosibonis’ indlela
thula
uku, ukushona kwelanga
kuleth’ uzinhlungu zodwa, kuleth’ izinsizi zodwa
uku, ukuphuma kwelanga
kuleth’ intokozo, nenjabulo

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...