sjava – umama كلمات اغاني
khumbul’ uma
aksavum
ang’sakhoni ngikhumbul’uma
ngith’ ak’savumi ng’khumbul’ uma
sebeth’ indoda endala kangaka
ikhalel’ umawayo
tha bafwethu ngeke ni-understand
ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
tha bafwethu ngeke ni-understande
uyajabula mang’fika athi ushembe uyaphila
kulengozi zom’gwaqo mtanani
ng’yajabula ufike usaphila
beka iy’khwama ke emsam
landi impepho kagogo erounden
ng’phahle ngikhulume nabadala
ng’batshele usemagcekeni
invul’iyana emakhaya
ses’phelile amakhaza
mawubuy’ egoli, cel’ ung’phathel’ iheater ngoba ngempela uzong’gcwaba
yaz uma avunamahlaya,
ngeke ushone ng’sakuthanda
kuyoba is’busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang’shada
ngob’ uyokwazi thi ukung’bonisa
masezing’buyela ngith’ emshadweni
ngoba uyokwazi uth’ ukung’duduza
masezi ng’buyela ng’thi emshadweni
ang’sakhoni, ang’sakhoni, ang’sakhoni
ngikhumbul’ uma
thi ang’sakhoni, ang’sakhoni, ang’sakhoni
ngikhumbul’ uma
sebeth’ indoda endala kangaka
ikhalel’ umawayo
tha bafwethu ngeke ni-understand
ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
tha bafwethu ngeke ni-understande
into eng’ythanda ngekhaya,
ukuthi ekhaya ak’ngenwa ngemali
noma ng’ngasebenzi
umama ung’thanda ngenkani
noma umhlaba ungang’shaya
uzong’thulisa athi mtanami ungakhali
ubukek’ ukhathele awuthi ngiland’ ukudla baba hlalaphansi
ang’sakhoni, ang’sakhoni, ang’sakhoni
ngikhumbul’ uma
sebeth’ indoda endala kangaka
ikhalel’ umawayo
tha bafwethu ngeke ni-understand
ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
tha bafwethi ngeke ni-understande
كلمات أغنية عشوائية
- jethro tull › jethro tull – minstrel in the gallery (edited version) كلمات اغاني
- mesh stl › mesh stl – gray كلمات اغاني
- dj luck mc neat › dj luck & mc neat – piano loco كلمات اغاني
- mako road › mako road – the sun comes up كلمات اغاني
- sleep token › sleep token – when the bough breaks كلمات اغاني
- numl › numl – prenditi poco sul serio كلمات اغاني
- lil number 48 › lil number 48 – cornershop كلمات اغاني
- group 1 crew › group 1 crew – power كلمات اغاني
- lydka grubasa › łydka grubasa – wódka, czyli po wewnętrznej stronie spodni كلمات اغاني
- romina palmisano › romina palmisano – nuestro amor كلمات اغاني