kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava – gijima كلمات اغاني

Loading...

[intro]
woke up in the morning and i asked myself
is life worth living? should i blast myself?
they don’t give a d-mn about our future
pull a trigger k!ll umfundi he a hero

[chorus]
gijima!
gijima, gijima, gijima
ngiyogijima ngifike
baba thuma mina, ubaba usemdala
w’othi nje
gijima! gijima, gijima, gijima
ngiyogijima ngifike
baba thuma mina, ngith’ ubaba usemdala

[verse 1]
baba ngathi ng’nenkinga la
awubheke la, kuyonakala la
izwe liyobuya nini?
lashon’ ilanga mama (may’buye i-africa)
baba mawukhuluma ngek’sasa lam’
awuy’bali inhlelo zek’sasa lam’
ngob’ uyazi kulelo k’sasa uzob’ ungekho
uzob’ ungekho
baba mawuthi imfundo yam’
iwon’ ukhiye yempumelelo ngiyala
kungani imfundo iding’ imali
kungani ukhiye utholwa omta kabani
imanzi imiqamelo e-res
ngane zomama ziyakhal’ o-weh
baba ngicel’ iyntambo
ngiyazi ngisese mcane

[chorus]
w’othi nje gijima!
gijima, gijima, gijima
ngiyogijima ngifike
baba thuma mina, ubaba usemdala
w’othi nje
gijima! gijima, gijima, gijima
ngiyogijima ngifike
baba thuma mina, ngith’ ubaba usemdala

[verse 2]
baba sas’ ngekho thina (yeah)
nilwa nodwa
anislweli thina (yeah)
silw’ izimpi zenu thina (zimpi zango ’94)
lento eniy’bang-yo ibulala thina
s’fela izono zenu thina
ngth’ ubab’ omkhulu ubiko (steve biko)
kub’ ubukhona, manje akasekho
ngabe ngiyak’ceba mina
baba ngabe ngiyak’ceba
ukuthi uvule im’nyango yejele
wavala im’nyango yemfundo
libambe lingashoni (imfundo ileth’ umcebo)
indlala ibang’ ulaka

[chorus]
w’othi nje gijima!
gijima, gijima, gijima
ngiyogijima ngifike
baba thuma mina, ubaba usemdala
w’othi nje
gijima! gijima, gijima, gijima
ngiyogijima ngifike
baba thuma mina, ngith’ ubaba usemdala

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...