kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava كلمات اغاني

Loading...

[intro]
umama
ang’sakhoni (ngikhumbul’ uma)
aksavumi
ngikhumbul’ uma
ang’sakhoni
ngikhumbul’ uma

[chorus]
sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hawu bafethu ngeke ni understand-e
ndod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hawu bafethu ngeke ni understand-e

[verse 1]
yojabula mang’fika
athi ushembe uyaphila
kuley’ngozi zomgwaqo mntanami ng’yajabula ufike usaphila
bek’ iykhwama le emsamu
land’ impepho kagogo erondweni
ngiphahle ngikhulume nabadala, ngibatshele usemagcekeni
mvul’ iyana emakhaya, sesiphelile amakhaza
mawubuy’ egoli ngicela ungiphathele iheater ngoba ngempela uzong’ngcwaba
yaz’ uma , avunamahlaya
ngeke ushone ngisak’thanda
kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona ma wami mangishada

[bridge]
ngoba uyokwazi ukungibonisa
mase zingibuyela emshadweni
ngoba uyokwazi ukungiduduza
mase zingibuyela emshadweni

[pre-chorus]
angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni
ngikhumbul’ uma
angsakhoni, angisakhoni, angisakhoni
ngikhumbul’ uma

[chorus]
sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hawu bafethu ngeke ni understand-e
ndod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hawu bafethu ngeke ni understand-e

[verse 2]
into engiyithanda ngekhaya
ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali (ngemali, yeah yeah)
noma ngingasebenzi umama ungithanda ngingenani
(ungithanda ngingenalutho)
noma umhlaba ungang’shaya uzong’thulisa athi mntanami ungakhali (ungakhali)
ubukeka ukhathale awuthi ngilande ukudla baba hlala phansi (hlala phansi)

[pre-chorus]
angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni
ngikhumbul’ uma, umama
angisakhoni, angisakhoni, angisakhoni
ngikhumbul’ uma, umama

[chorus]
sebeth’ indod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hawu bafethu ngeke ni understand-e
ndod’ endala kangaka ikhalel’ uma wayo
hawu bafethu ngeke ni understand-e

[outro]
to mankabi
sthandwa sam
uma nkabi

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...