kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava & umzulu phaqa – inhlonipho كلمات اغاني

Loading...

[chorus: sjava]
ngikhumbula ngisemncane, mina ngiseyingane
ugogo engiyala, ethi wemtanami
inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
ngikhumbula ngisamncane, mina ngiseyingane
ugogo engiyala, ethi wemtanami
inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
(manje sengimdala ngiphila ng_yo leyo myalo leyo)

[post_chorus: sjava]
inhlonipho
iyok’vulela im’nyango em’ningi evalekile
umthandazo, umkhuleko
k’thiw’ uyokukhanyisela mak_mnyam’ ulahlekile
[verse 1: sjava]
khadja nin
sambolera
we can’t stop the war
singathandazanga
siyarwebhana
as’hloniphani
kwadlamini
ngiyakhumbula
ngingenandawo yokulala
bathi kimi lasek’khaya, fudumala
(babengeke bangisize kube ngangingahloniphi weh)
ngabona lapho ukubaluleka kwenhlonipho
nokuthi kuningi ongak’zuza ngenhlonipho
ngisho kudala emandulo
babeyibeka phambil’ inhlonipho

[chorus: sjava]
ngikhumbula ngisemncane, mina ngiseyingane
ugogo engiyala, ethi wemtanami
inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
ngikhumbula ngisamncane, mina ngiseyingane
ugogo engiyala, ethi wemtanami
inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
(manje sengimdala ngiphila ng_yo leyo myalo leyo)
[post_chorus: sjava]
inhlonipho
iyok’vulela im’nyango em’ningi evalekile
umthandazo, umkhuleko
k’thiw’ uyokukhanyisela mak_mnyam’ ulahlekile

[verse 2: umzulu phaqa]
umama wami mina w_ngifundisa
ukuthi ukuguqa ngedolo, nokuzehlisa
nok_m’lalela mayengibonisa
yiwona wodwa umuthi lowo olapha zonke izinkinga
min’ umama wami
wathi mntanami
njengoba kubhaliwe encwadini kaexodus 20
hlonipha uyihlo
yazis’ unina
ukuze izintsuku zakho zande ezweni
and noma ngabe yibo aba_wrong, funda ukuxolisa
vum’ iphutha lakho mawubhedile, mus’ ukuphikisa
look into the mirror and say ït starts with me now
fund’ ukuhlonipha

[chorus: sjava]
ngikhumbula ngisemncane, mina ngiseyingane
ugogo engiyala, ethi wemtanami
inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
ngikhumbula ngisamncane, mina ngiseyingane
ugogo engiyala, ethi wemtanami
inhlonipho nomthandazo kuyikona konke
(manje sengimdala ngiphila ng_yo leyo myalo leyo)
[post_chorus: sjava]
inhlonipho
iyok’vulela im’nyango em’ningi evalekile
umthandazo, umkhuleko
k’thiw’ uyokukhanyisela mak_mnyam’ ulahlekile

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...