kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

siya shezi – mama kasibongile كلمات اغاني

Loading...

[coro: samthing soweto:]
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)

[1_estrofa: siya shezi:]
ehhe
kuyabheda emzini wami wemkhwekazi
akusemunandi
usevele w_ngishintshela unkosikazi
angisamazi
usenabangani abasha engingabazi
akasapheki usibongile
siphila ngama takeaway
uyazi umkami emabhodweni ushaya ama stay away
angisazi wemkhwekazi
kukhona indoda efonile
wathi umngani wakhe amkhonzile
ngiyasola uqomile
uyangihluk_meza usibongile
akangihloniphi usibongile
ngama weekend ubuya ntathakusa ebushoshile
kodwa uyakwazi ukungiphatha kahlе uma ngiholile
ma’ usibongile uyahlupha
wenza izinto еzi wrong ngamabomu athi iphutha
ngiyaziwashela akhona usibongile
ivila elalilotsholwa ngezinkomo ezinonile
uyakhala umkhwenyana wakwakho
siza ukhulume nendodakazi yakho
[coro: samthing soweto:]
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)

[2_estrofa: samthing soweto:]
esikhathini esindlule
bengingamazi usibongile
bengizitshela ukuthi
uyintombi elungile
saze sadlula isikhathi
wema’ kwak_munandi
kodwa manje ngithola ukuthi
sekuphelile (sekuphelile)
hhawu ngibona ngathi uzong’_fire (sekuphelile)
sekuphelile
akangitshele masekunjalo (sekuphelile)
hhawu ngibona ngathi uzongishiya (sekuphelile)
sekuphelile
sekuphelile
[coro: samthing soweto:]
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)

[3_estrofa: siya shezi & samthing soweto:]
[siya shezi:]
emzini wami kune’ikhukhula
ngingenelwa amanzi endlini
mhlambe ilawa ma message
awathole efonini yami
mefuna i_quality time
hlezi ngisebanganini bami
angithandi ukuzenza msulwa, ma’
ngi_cost_wa amaphutha ami

[samthing soweto:]
’emama n0baba kasibongile
akusiye yedwa obhedile
lo mntwana lona ufana nami
angibhemi, uyabhema
angiphuzi, uyaphuza, yoh
[siya shezi (samthing soweto:]
ngicela ungithambisele yena
angifuni uk_m_lose (ah)
i’inkinga zasendlini ziyangixaka
ngize ngiyophuza (yeah)
uyabhidlika umuzi wami
ngathi ngiyam_lose umfazi wami (ah whoah oh)
uma engangishiya ngampela
ngathi kungabuya i’inkomo zami

[samthing soweto:]
na, na, na, na, na, na, never
entlek usibongile naye i_clever
k_mele ayeke mina
ngiphila so
ayeke ukuzenza
mina qho

[outro; samthing soweto:]
hhayi mama kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)
kasibongile
muhle usibongile, mama
(kodwa unokungishaya ka dizzy kancane)

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...