kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

rebecca malope – bheka كلمات اغاني

Loading...

bheka ezulwini
bheka ezulwini
lapho kukhona umsindisi wethu
owasifela
bheka ezulwini
bheka ezulwini
lapho kukhona umsindisi wethu
owasifela

thula mama
sula iinyembezi
ngoba umyeni wakho
ubheke ezulwini
lapho kukhona umsindisi wethu
owasifela

tshela nabantwabakho
bathembele enkosini
akuqali ngani
inhlala yenza kulomhlaba
bonk’ abantu bayakhala
bathi kufa uvelaphi na?
ngabe uvela ezulwini?

lapho kukhona umsindisi wethu
owasifela
lapho khona kuphela izinhlungu nezigulo
zasemhlabeni
nini zonke nidumise umdali wethu
oyinkosi haleluya
kujabula abo abakusebenzela
bayosibona
kufa akusekho kubonga okungapheli obumnandi
bayongena labo
abaphila ezonweni kuyobe kuvaliwe
lapho khona kungekho izinhlungu nezigulo
zasemhlabeni
nini zonke nidumise umdali wethu

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...