queen lolly – sekwanele كلمات اغاني
[intro: jumbo:]
baba, bavikele
laba bantu, nkosi yami, uze ungavumi nabo
baba, bavikele
sekwanele
[verse 1: queen lolly:]
dear phepha lami
sondela ngikhulume nawe
hleze wena ungangilalela
ngoba akekho ofuna ukungilalela
ngithi dear phepha lami
sondela ngikhulume nawe
hleze wena ungangilalela
ngoba akekho ofuna ukungilalela
ngihlangane nomuntu
lo muntu uthe uyongisiza
kodwa manje useyimpica
ngoba manje lo muntu usefuna uthando kimi
ngaze ngalithwala icala labanye abantu
ngaze ng_yifela izono zabanye abantu
oh nkosi yami, vikela le nhliziyo yami
[verse 2: ntencane:]
kanti iyophela nini na
le nto yokuhlukunyezwa kwabanye abantu?
ubani oyoyiqeda le nto?
le nto iyawuhluk_meza umoya wami
kanti iyophela nini na
le nto yokuhlukunyezwa kwabanye abantu?
ubani oyoyiqeda le nto?
le nto iyawuhluk_meza umoya wami
kanti ubani obavikelayo?
aseshonephi amadoda aqotho?
aseshonephi amadoda
ayemhlonipha umuntu wesifazane?
[chorus: ntencane:]
sesiphila esikhathini esinzima
siphila nabantu abangasenanembeza
lamula, nkosi, laba bantu abanamandla okulwa
sesiphila esikhathini esinzima
siphila nabantu abangasenanembeza
lamula, nkosi, laba bantu abanamandla okulwa
[post_chorus: jumbo:]
sekwanele manje
sekwanele manje
nkosi
kodwa abantwana bakho bekhala
[chorus: ntencane & queen lolly:]
sesiphila esikhathini esinzima
siphila nabantu abangasenanembeza
lamula, nkosi, laba bantu abanamandla okulwa
[reprise: jumbo:]
abanye babo bayadlwengulwa, nkosi yami
abanye babo niyabahluk_meza
hhawu yini, yini?
pheza manje, nkosi
[chorus: ntencane:]
sesiphila esikhathini esinzima
siphila nabantu abangasenanembeza
lamula, nkosi, laba bantu abanamandla okulwa
[outro: jumbo, queen lolly:]
baba, bavikele
laba bantu, nkosi yami, uze ungavumi nabo
baba, bavikele
sekwanele
heyi, ye
bendikwethemba kanti udlala ngami
bendikwethemba kanti udlala ngami
كلمات أغنية عشوائية
- starship › starship – it’s not the same as love كلمات اغاني
- clika one › clika one – chevy music كلمات اغاني
- suzi analogue › suzi analogue – jump rope كلمات اغاني
- clavius crates › clavius crates – classically trained كلمات اغاني
- jody booth › jody booth – they found me in a honky tonk كلمات اغاني
- the prodigy › the prodigy – take me to the hospital كلمات اغاني
- miranda cosgrove › miranda cosgrove – stay my baby (spider remix) كلمات اغاني
- bromstad billionaires › bromstad billionaires – colakar كلمات اغاني
- anastasio › anastasio – mio fratello è figlio unico كلمات اغاني
- tim the messiah trudel › tim the messiah trudel – maybe كلمات اغاني