kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

nue_sam – incwadi kababa كلمات اغاني

Loading...

[pre_chorus: mnqobi yazo]
kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo
lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo
noma ngishona lena akulungi
bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[chorus: mnqobi yazo]
fis’ ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngabe niyangithanda bantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
ngoba ngizowushiya lomhlaba
fis’ ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngabe niyangithanda bantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
ngizowushiya noma inini lomhlaba
ngane zami
fis’ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngane zami obantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
[verse 1: nue_sam]
mndeni wami sew_ngishiya
mndeni wami sew_ngishiya
abantwana bami sebeyangiphika
sengaphenduka umoya ongena kuthula angina kuphila
nenhliziyo yami mhlambe masingashaya ayina kungisinda
ngikubhekile ukukhanya ngakulinda
leyincwadi yami yokugcina
nawe njengoba uhleka izinkinga zami mhlambe ungibona okokugcina
ngizothanda ukuxolisa ko dado bami njеngoba ngahluleka ukuba khulisa
ithuba lokuba n0baba ezimpliweni zеnu nganincisha
ngiyaxolisa

[pre_chorus: mnqobi yazo]
kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo
lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo
noma ngishona lena akulungi
bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[chorus: mnqobi yazo]
fis’ ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngabe niyangithanda bantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
ngoba ngizowushiya lomhlaba

[verse 2: nue_sam]
mndeni wami sew_ngishiya
mndeni wami sew_ngishiya
ke kodwa jatshuliswa uk_mbona ngisaphila
wemama njengoba waxosha umkami wawungazi yini ukuthi ngelinye ilanga ngiyomdinga
ngisho ngoba phela sewalala kobandayo mina izinkinga zinginikina
kanti ukujabula kwami kuwe kwakuyinkinga
wawudli ibhizimusi kababa
wadedela amadimoni angilinga
ngaphinga
abantwana bami sebeyangiphika
kodwa mhlambe
mhlambe nezami izinsuku zami zokujabula ziyofika ngelinye ilanga
[pre_chorus: mnqobi yazo]
kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo
lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo
noma ngishona lena akulungi
bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[chorus: mnqobi yazo]
fis’ ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngabe niyangithanda bantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
ngoba ngizowushiya lomhlaba
fis’ ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngabe niyangithanda bantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
ngizowushiya noma inini lomhlaba
ngane zami
fis’ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
ngane zami obantabami
nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...