nomfundo moh – sibaningi كلمات اغاني
[verse 1: nomfundo moh]
kunini ngithule ngilokhu ngibekezela?
inhliziyo yakho iyathutha iyaphelezela
uthando enginalo luya ngokuya luyehla
engathi kwanele manje, engathi kwanele
ungigendis’ okwebhola
ungishonisa le ungiyisa le, ungishonisa le ungiyisa le
wen’ ungigendis’ okwebhola
ubukisa ngam’ ezweni lobaba, ah
[chorus: nomfundo moh]
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa dali
bеngithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
bengithi ngingedwa dali
bеngithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
[refrain: nomfundo moh, kwesta]
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii (yeah)
yii_yii_yii_yii (yeah)
yii_yii_yii_yii (yeah)
[verse 2: kwesta]
(ekse, bheka, eish)
lomhlonishwa uyak’hlonipha, athi aqale ngok’xolisa
k’phele ama_secret, aligcwal’ iqakala isokisi
ngiyabona ngathi asizwani, hlala phansi ngikubonise
uthando lwethu lusaphila, usatan owakh’ ibhokisi
i mean, indoda indoda ngeqiniso layo
angisiyo le type ezokk’mokola ngempil’ engingenayo
kodwa ngiyalaz’ iphupho lakho wena sisi
and asomblief mangiba busy ngigijimisa lempilo esingenayo
yeah my past is nothing pretty
there’s some things you ain’t forgiving
i just ask that you give me a little faith
ngike ngabhayiza nabo tshidi, nabo sandra, nabo sindi, nabo…
wakhal’ inyembezi
khona qha, ngeke ngilinge ngiphinde, ngizwile, ngizwile, ngik’zwisil’ ubuhlungu
kodwa u_right nibaningi, nibaningi
kune cherry yam’, kuno mnganam’, kuno mkam’ lapho kuwe, ayy
[chorus: nomfundo moh]
bengithi ngingedwa dali (bengithi ngingedwa)
bengithi ngingedwa dali (bengithi ngingedwa)
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa dali (yeah, yeah)
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
bengithi ngingedwa dali (bengithi ngingedwa)
bengithi ngingedwa dali (bengithi ngingedwa)
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa dali
bengithi ngingedwa sweety
(sibaningi, sibaning)
[outro: nomfundo moh]
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii
(sibaningi, sibaningi)
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii
yii_yii_yii_yii
(sibaningi, sibaningi)
كلمات أغنية عشوائية
- d song › d. song – indonesian wake up كلمات اغاني
- kaem › kaem – l&m forward كلمات اغاني
- elisa fiorillo › elisa fiorillo – how can i forget you كلمات اغاني
- busdriver › busdriver – go slow كلمات اغاني
- cristina branco › cristina branco – manto de açucenas كلمات اغاني
- anything box › anything box – beat of life (1991 remix 1) كلمات اغاني
- gusgus › gusgus – ladyshave (roy davis jr.’s lady soul remix) كلمات اغاني
- aquanote › aquanote – all over you (2b4u remix) كلمات اغاني
- la zowi › la zowi – oscuro كلمات اغاني
- pnk › p!nk – u + ur hand [beatcult remix] كلمات اغاني