kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

nomfundo moh – revelation (intro) كلمات اغاني

Loading...

revelation (intro) lyrics
[intro]
thonga lami ngihawukele
thonga lami ngihawukele
thonga lami ngihawukele
weh thonga lami

[spoken_word]
ilanga liyaqala ukuphakama
kuwena kuza ukukhanya ungabe usakhala iningi ngawe lisazomangala
yekela ukusaba
dondolo lakho malifuna ukusala
ungabe usasala mtanami lana sozabalaza
kwasho kwagqama
kw_nkeneneza iphimbo lakho ezindlebeni zeningi qede lazwakala
lahlala ezinhlizweni zeningi qede labakha, babuyelwa yithemba
mhlaba wonke wena mbali wawusuqhakaza
yebo umhlaba uyahlaba
kodwa lo mhlaba usuzozabalaza kuwe nje
bengicela ukuthi ungabe usasaba
ilanga kuwe seliyaphakama
ngibona ukukhanya
namanje mina sengiyahamba

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...