nomfundo moh – ilifa كلمات اغاني
[intro]
(yeah, you know it)
[verse 1]
zigadle zeph_ka kobaba
kodwa kusefana , not yet uhuru
soth’ umlilo nabafana (bafana bakithi)
sidingida lolu daba
ithiwani inhlupheko engaka ekhaya? (nhlupheko engaka)
nakhu sifa indlala
asambe siye emadolobheni (emadolobheni)
mhlawumbe zingasulw’ izinyembezi zethu (zeminyaka yeh)
[chorus]
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
[verse 2]
ngcebo yethu ikuphi na?
ngicela nisibuyisele (buysele)
umaguya usebenzele
thina bantwana bakhe
kant’ abanye mebemlinde athule du (athule du)
badl’ amandla nezithukuthuku
kunini ef_kuz’ ubaba weth’ ufuze
abase kakhulu basphuca konke usab’ umndeni (eshe)
usab’ umndeni
isith’ esikhulu esegazi
ngizothi ngan’xwayisa nangangizwa
[chorus]
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
lifa, lifa lesithutha
lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
khaliphile, heh ayy
كلمات أغنية عشوائية
- tudo e vaidade › tudo é vaidade – uma migalha de pão كلمات اغاني
- yungster jack › yungster jack – 19 o’clock كلمات اغاني
- the black keys › the black keys – i’ll be your man (bbc session) كلمات اغاني
- foeva › foeva – these days (feat. sean island) كلمات اغاني
- reychesta › reychesta – no te des por vencido كلمات اغاني
- vundabar › vundabar – time كلمات اغاني
- cast of 13 the musical › cast of 13: the musical – it would be funny كلمات اغاني
- juvenileblokkclique › juvenileblokkclique – fckk yo clique ##jbxxett (shyyyclique/rxmembrance diss) كلمات اغاني
- the reatards › the reatards – tell a lie on me كلمات اغاني
- timothy sharan › timothy sharan – nalla pangu كلمات اغاني