kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

ncandweni christ ambassadors – bhekani ezulwini كلمات اغاني

Loading...

bheka kuhle baba
bheka kuhle, k_mnandi futhi kunokuthula

lapho ubaba no mama bemkhonza unkulunkulu

bheka kuhle, k_mnandi futhi kunokuthula

lapho ubaba no mama, bemkhonza unkulunkulu

kufana namafutha, amahle ekhanda
ehlela esilevini sika aroni

bheka kuhle
k_mnandi futhi kuthi qosololo
laph′ibandla lenkosi
limkhonza unkulunkulu

kufana namazolo
asehermoni
e__hlela ezintabeni zasesiyoni

bheka kuhle, k_mnandi futhi kunenjabulo
lapho imindeni imkhonza unkulunkulu

ngithi bheka kuhle, nezingane zabo
zibathobela zimesaba no jehovah
kulelo khaya
kuyogobhoza
imfula yezibusiso, nothando, nokuthula
imfula yezibusiso, nothando, nokuthula

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...