kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

mnqobi yazo – igolide كلمات اغاني

Loading...

_inaudible_

[chorus]
ngiyindoda
eng_n_lutho namhla’, kusasa
mina ngizophath’ igolide
ngizophath’ igolide nesiliva ntombi
ngiyindoda
eng_n_lutho namhla’, kusasa
ngizobe ngiphath’ igolide
ng’zobe ng’phath’ igolide nesiliva ntombi

[verse 1]
ngoba manje angikwazi ngish’ ukuthengela nochocolati
kufika usuku lwakho lokuzalwa kwehla izinyembezi
uthola amapresent left and right k’mina ungatholanga lutho
ngizocomplain kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi
kuhlupheka kwami w_ngiphatha kanje kade ngithi sesiyazwana
kuhlupheka kwami wafika nesinyama kade ngithi sekuyakhanya
ngashiywa umuntu ebesengithembile kuthi mina ngiyamthanda
kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela ezendoda

[chorus]
engenalutho namhla’, kusasa
mina ngizophath’ igolide
ngizophath’ igolide nesiliva ntombi
ngiyindoda
engenalutho namhla’, kusasa
ngizobe ngiphath’ igolide
ng’zobe ng’phath’ igolide nesiliva ntombi
[verse 2]
eh, kusile
avuke ahambe emsebenzini
ngilele
ngicabangana nephupho lami
intende
ngithemb’ ukuthi ngizophumelela
k_mele
oh k_mele nje
kubuhlungu ukuthi angik’afford ukujabulisa wena ntombi
amandla ami aphelele ekutheni ngiyakuthanda ntombi
akukho okudlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho nje
kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela, ezendoda

[chorus]
eng_n_lutho namhla’, kusasa
mina ngizophath’ igolide
ngizophath’ igolide nesiliva ntombi
ngiyindoda
eng_n_lutho namhla’, kusasa
ngizobe ngiphath’ igolide
ng’zobe ng’phath’ igolide nesiliva ntombi
ngiyindoda
eng_n_lutho namhla’, kusasa
mina ngizophath’ igolide
ngizophath’ igolide nesiliva ntombi

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...