mlindo the vocalist – wamuhle كلمات اغاني
[intro: mlindo]
kutheni mang’cinga inhliziyo yam iya fudumala
uphenduka ingqondo yam ngi cinga ngawe
wamuhle
wamuhle mtan’ omuntu
khona abaningi abangifunayo ngingowakho
wamuhle
wamuhle mtan’ omuntu
khona abaningi abangifunayo ngingowakho
[verse 1: shwi]
angisalali ngiphuphupha ngawe
angisalali dali ngiphuphupha ngawe
ngiphupha uthando luthi shim! shim!
hamba nqola yomlilo, sofa silahlane mtan’ omuntu
wooo! mama! mama!
hamba nqola yomlilo, sofa silahlane mtan’ omuntu
wooo! mama! mama!
[chorus: mlindo]
kutheni mang’cinga inhliziyo yam iya fudumala
uphenduka ingqondo yam ngi cinga ngawe
wamuhle
wamuhle mtan’ omuntu
khona abaningi abangifunayo ngingowakho
wamuhle
wamuhle mtan’ omuntu
khona abaningi abangifunayo ngingowakho
[verse 2: shwi]
ntombi emhlophe ehlala nezimyama egqobisa nge super rose
banoyi endiza phezulu ethwala abantu abakhuzekile? woo! mama!
ntombi emhlophe ehlala nezimyama egqobisa nge super rose
banoyi endiza phezulu ethwala abantu abakhuzekile? woo! mama!
mtan’ omuntu sondela ngik’uqabule ithi manqa!
ngibabulalise inhliziyo
awungi thsele sthandwa sam, lama gama ongibiza ngawo ngabe uthanda liphi na?
uthi wena lovey wam, sweety wam
ngabe uthanda liphi na?
lama gama ongibiza ngawo ngabe uthanda liphi na?
uthi wena lovey wam, sthandwa sam
awungi thsele sthandwa sam, lama gama ongibiza ngawo ngabe uthanda liphi na?
[outro: mlindo]
kutheni mang’cinga inhliziyo yam iya fudumala
uphenduka ingqondo yam ngi cinga ngawe
wamuhle
wamuhle mtan’ omuntu
khona abaningi abangifunayo ngingowakho
wamuhle
wamuhle mtan’ omuntu
khona abaningi abangifunayo ngingowakho
كلمات أغنية عشوائية
- mrwn › mrwn – solitaire كلمات اغاني
- sandoval › sandoval – ¿para qué? كلمات اغاني
- random encounters entertainment › random encounters entertainment – ground zero كلمات اغاني
- hampi › hampi – snappy كلمات اغاني
- flasher › flasher – who’s got time? كلمات اغاني
- anth › anth – you make me كلمات اغاني
- nessyou › nessyou – sbira كلمات اغاني
- plies › plies – look alive ( كلمات اغاني
- olli schulz und der hund marie › olli schulz und der hund marie – america-ibiza connection كلمات اغاني
- cyfrrr › cyfrrr – find that road كلمات اغاني