kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

mbzet da producer – umuntu كلمات اغاني

Loading...

oh yini na inhliziy’ ib’hlungu na (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel’ umuntu ye)
ngakhala madoda
ngakhala kwanhlanga zimuka nomoya nje ey (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
wo yini na
wo yini na
inhliziy’ ib’hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel’ umuntu ye)
ngakhala
ngakhala nje (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)

ngisuk’ enzansi kwamaphumulo kuthiw’ umuntu mina k’mele ngimphathe kahle
ngafika la ethekwini ngabona ukuthi mina kungcono mangithemb’ itshe
angisak’phathi okwegoli
k’phathi okwegoli
elangiphathis’ okwama_um
ngisaba nokusho

ey ikhono likhona
ikhono likhona
umona muningi nje ey

wololo, wololo hum
wololo, wololo hum
wololo
wololo, wololo hum
wololo, wololo hum
wololo

oh yini na inhliziy’ ib’hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel’ umuntu ye)
ngakhala madoda
ngakhala kwanhlanga zimuka nomoya nje ey (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
wo yini na
wo yini na
inhliziy’ ib’hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel’ umuntu ye)
ngakhala
ngakhala nje
ngakhala
ngakhala nje (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)

kikilikigi
khala qhude lami
ngibon’ ingomso
hey
abakhombis’ uthando kimi
nalo lungola manga
abang’nik’ inhlonipho
nabo ngan’ bafun’ okwami
hey

ikhono likhona
ikhono likhona
umona muningi nje ey

wololo, wololo hum
wololo, wololo hum
wololo
wololo, wololo hum
wololo, wololo hum
wololo

oh yini na inhliziy’ ib’hlungu nje
ngakhala madoda
ngakhala kwanhlanga zimuka nomoya nje ey (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
wo yini na
wo yini na
inhliziy’ ib’hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel’ umuntu ye)
ngakhala
ngakhala nje
ngakhala
ngakhala nje (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...