mashxnisa – icala كلمات اغاني
[verse 1]
ngilekeleleni
ngilekeleleni nansi inkinga, inkinga em’zini wami
ngilamuleleni uwo
ngilamuleleni ngafa indoda engiy’ganile
anim’khuzeni bo
khuzani lomhlola ohlole emzini wababa
[pre_chorus]
wezinsizwa (aniyophatha kahle omakoti)
awa_wa_ha (babaphathe kahle omame)
gcinani (gcinani imithetho yabo khokho)
wezinsizwa (aniyophatha kahle omakoti)
awa_wa_ha (babaphathe kahle omame)
gcinani (gcinani imithetho yabo khokho)
[chorus]
ungabo mshaya owes’fazane mkhonze
(indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda)
olindl’ icala ulindle wedwa
(indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda)
ohh fakani unembeza
hloniphani is’fazane
(a woman is blеssing from your ancestors)
[pre_chorus]
wezinsizwa (aniyophatha kahle omakoti)
awa_wa_ha (babaphathе kahle omame)
gcinani (gcinani imithetho yabo khokho)
[chorus]
ungabo mshaya owes’fazane mkhonze
(indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda)
olindl’ icala ulindle wedwa
(indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda)
[verse 2]
ngilekeleleni (aw_we_yo, aw_we_yo)
ngilekeleleni nansi inkinga, inkinga em’zini wami (we_yo, aw_we_yo)
(we_yo, aw_we_yo, we_yo, aw_we_yo)
a woman needs a man to be her father
a woman needs a man as a protector
a woman needs a man as a defender
a woman needs a man to be her lover
love her, welele
niyangizwa wemadoda yeah
(a woman is blessing from your ancestors)
[chorus]
indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda (welele ma, iyey iyoba)
indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda (welele ma, iyey iyoba)
indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda (hallelujah_amen, iyey yeyeni)
indoda eshaya umfazi, isilidlile icala madoda
كلمات أغنية عشوائية
- epidemic › epidemic – blown doors كلمات اغاني
- epidemic › epidemic – circle of fools كلمات اغاني
- ephraim lewis › ephraim lewis – sad song كلمات اغاني
- enya › enya – aniron كلمات اغاني
- enya › enya – only if… كلمات اغاني
- enya › enya – triad st. patrick كلمات اغاني
- ephraim lewis › ephraim lewis – drowning in your eyes كلمات اغاني
- dave matthews band › dave matthews band – ants marching كلمات اغاني
- dave matthews band › dave matthews band – when the world ends كلمات اغاني
- dave matthews band › dave matthews band – what you are كلمات اغاني