kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lira (sa) – phakade كلمات اغاني

Loading...

[verse 1]
nguwen’ obengimcela k_mdali wam
ma ngikhuleka ngingedwa
ngicela uthathe isandla sami
unginik’ uqobo lwakho

[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade

[verse 2]
sengimtholil’ engizohlala naye
ngakh’ impilo naye ngimthokzise
wena uyintokozo yam
uyisipho esihle empilweni yami
ivulekl’ inhliziyo yami
oh manje sengiholwa nguthando
ngikunika lonke ithemba lam
o akukh’ ukungabaza
ngingowakho ngunaphakade

[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanjе
kuze kube ingunaphakade
kuzе kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe ngoba
[bridge]
ngibonga ngalolu thando onginika lona
ngibonga nangenhlonipho ongibonisa yona
ngibonga nangegama lakho ongipha lona
lona, lona

[chorus]
ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade

ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade

ngifun’ ukuba nawe phakade

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...