kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

leza – ngikanje كلمات اغاني

Loading...

[ verse 1 : leza ] from back to eghetto siphusha umzabalazo tsegi ngabo sikhotheni, tsegi ngabomaphuza. amakguzu afojela imasho ub’khinxikhinxi kubhod’gxagxa makujalukile kuphushwa wona umphanto, suka wena feleba endleleni mawungazi ufunani. foja gazi kuzamazama idubane mangigibela ubeat , kasi vinylz on my side we are on fire. is’phithiphithi is’khwishikhwishi kogolozayo kuqhuma ugoni. ziphi la yini wena vele ufuna ukugcwala ngani?. ngikuvale amehlo ngale flow ngikubuze ukuthi ukhala ngani. baphi labo jackie chine ngibenzele amafilm, i raise up my hand phela nami ngiphuma ekasi. ngimuva ne rhythm shona phansi kukhale osikgobeni . tsegi wena uphetheni, tsegi wena ufunani?. ngizokushiya ukhala njengesibhamu

[hook : leza ] mjita asijindelane sikhiphelane inkeyimane sifikisane. siphihlizane sibulalane ngamagama sidubulane, ishovane iphikisane kwi mic ibingangisane. kugquzulwane kubrijwelane ikhanda kuphihlizwane. iluga liqhuma ekhanda mxhaka suka masw ngingena. usungangisukelake wena kule place ome kuyona. nansi iflow ngyakuphuzisa, nansi rhyme ngiyakugcobisa. uzothi eish kanti awubhemi uzenza dope kanti uwack slima

[ verse 2 : leza ] kudala ngikguzuka wena theleweni ungazonginayina, ngizokunyisa la ungcola kakhulu uzohlezi ushawa la. uzogeza la. nansi ne flow yami mybe uzogezeka. ngiya clean la . labopikinini abana chance la. mangingena da! yini vele wathuka engathi uyaphupha la mawubona uleza erhyme so. edlala so ngamagama so suqala ukuchazeka. i don’t give a f-ck ukuthi ihip hop wayiqala n0bani, wena ubani, nokuthi urhyme n0bani. lalela my brother uzophithana ikhanda, uzojuluk’impandla uzocinana ikhala, uzonqunywa umqala, uzosala mangibhala , uzoncanywa mangi-rhyme. mawusalele uzophupha kungekudala. ngeke ngikunike usakhala cause uzobonakala ngombala ukuthi irap uyayi forcer. ucula ushibizile that why ingoma zakho zisidakelwa

[ hook ]

link :- http://www.datafilehost.com/d/15e9cd02

kasi vinylz

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...