kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lady amar & starr healer – emuva كلمات اغاني

Loading...

[pre_chorus: starr healer, starr healer & emmanuel mathye]
ngiyabonga wemdali
wen’ ungenzel’ okuhle
ngiyabonga wemdali
wen’ ungenzel’ okuhle
noma khon’ abakade behlekisa ngami
bebon’ usizi, usizi
noma khon’ abakade bebukisa ngami
bebon’ usizi, usizi

[chorus: starr healer]
manje mangibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali
mangithi ngibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali

[post_chorus: starr healer]
noma khon’ abakade behlekisa ngami
bebon’ usizi, usizi
noma khon’ abakade bebukisa ngami
bebon’ usizi, usizi

[chorus: starr healer]
manje mangibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali
mangithi ngibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali
[verse: emmanuel mathye of murumba pitch]
uma ngibhеk’ emuva
kukude la sisuka khona
oh bayethе uyincwele
namagama akanele ukukubonga
uma ngibhek’ emuva
ngibon’ inhlekisa, ngibon’ inhlupheko
manje sengendlule la
bayeke bakhulume bazokhathala bodwa
while thina sipopa
namanje angikholwa usangibhekile
wadeka itaful’ ubaba
phambi kwezitha zami, bayeke bakhuk_me
wadeka itaful’ ubaba
phambi kwezitha zami, bayeke bakhulume
wadeka itaful’ ubaba
phambi kwezitha zami, bayeke bakhulume
wadeka itaful’ ubaba
phambi kwezitha zami, bayeke bakhulume

[refrain: starr healer]
ng’vele ngishone phansi
ng’vele ngishone phansi
ng’vele ngishone phansi
ng’vele ngishone phansi
[pre_chorus: starr healer]
ngiyabonga wemdali
wen’ ungenzel’ okuhle
ngiyabonga wemdali
wen’ ungenzel’ okuhle
noma khon’ abakade behlekisa ngami
bebon’ usizi, usizi
noma khon’ abakade bebukisa ngami
bebon’ usizi, usizi

[chorus: starr healer]
manje mangibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali
mangithi ngibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali
manje mangibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali
mangithi ngibhek’ emuva
ngibuka la ngivela khona
ngiyabonga wemdali

[instrumental outro]

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...