kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

kelly khumalo – ngiyaz’thandela كلمات اغاني

Loading...

[verse 1]
uthando lwami ngiyak’ nikeza
inhliziyo yami ifuna wena
banamanga bathi mina ngizokuyeka
ngeke balunge ngawe ngiyaz’fela
we bakithi aning’sizeni, naku ngifa uthando
wema, oh
nayi insizwa ing’ sanganisa (la ngibashwa nguthando)
awu wema yo oh

[chorus]
ungowami in a ngiz’ thandela
anginandaba ngoba kuwe ngiz’ thandela
banamanga bathi uthando luzophela
anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz’ thandela

[verse 2]
bayakhuluma ondaba zabantu
banamanga bathi ngeke sphumelele
inhliziyo yami ngeke ivume
ukulahlekelwa ngumuntu onjengawe
nayi insizwa ing’ sanganisa
we ngibanjwa uthando
wema ye wo
umgowami mina ngiz’ thandela
anginandaba lapha kuwe ngiz’ thandela
we eh
[chorus]
ungowami in a ngiz’ thandela
anginandaba ngoba kuwe ngiz’ thandela
banamanga bathi uthando luzophela
anginandaba nabo ngoba kuwе ngiz’ thandela

ungowami in a ngiz’ thandela
anginandaba ngoba kuwe ngiz’ thandеla
banamanga bathi uthando luzophela
anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz’ thandela

[bridge]
angeke balunge sthandwa sami (hayi hayi hayi hayi bo)
ngoba mina nawe siyathanana (iyelele mama we)
oh ngeke balunge sthandwa sami (hayi hayi hayi hayi bo)
mina nawe siyathanana yhe

[chorus]
ungowami in a ngiz’ thandela
anginandaba ngoba kuwe ngiz’ thandela
banamanga bathi uthando luzophela
anginandaba nabo ngoba kuwe ngiz’ thandela

[outro]
ungowami
sthandwa sami
ngeke balunge
ngeke, ungowami

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...