kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

kelly khumalo – esiphambanweni كلمات اغاني

Loading...

[chorus: kelly khumalo:]
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme

[verse 1: kelly khumalo:]
wena, jehovah, unesineke
futhi uyangikhathalela
wena, jehovah, uyangimangaza
awufani, awufani nabo abantu
ugcobisa ikhanda lami ngamafutha
indebe yami iyachichima
hallelujah useyingoma yami
yoku_, yokudumisa

[chorus: kelly khumalo:]
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
[verse 2: hlengiwe mhlaba, with kelly khumalo:]
wena, jehovah, awungiyеki
ngami uyakhathazeke
nginawe angisozе ngadangala
phela wena awufani, awufani nabo abantu
ugcobisa ikhanda lami ngamafutha
indebe yami iyachichima
hallelujah useyingoma yami
yokudumisa

[chorus: kelly khumalo & hlengiwe mhlaba:]
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme

[reprise: kelly khumalo, with hlengiwe mhlaba:]
wena, jehovah, unesineke
futhi uyangikhathalela
wena, jehovah, uyangimangaza
awufani, awufani nabo abantu
ugcobisa ikhanda lami ngamafutha
indebe yami iyachichima
hallelujah useyingoma yami
yoku_, yokudumisa
[chorus: kelly khumalo, with hlengiwe mhlaba:]
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme

[outro: kelly khumalo:]
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme
wabethelwa ngenxa yami
esiphambanweni sehlazo
yingakho ngikudumisa
ngithi uphakeme

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...