kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

inkabi nation – abantu كلمات اغاني

Loading...

[chorus: lwah ndlunkulu]
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu

[verse 1: lwah ndlunkulu]
bazokulahlekisa bekudida abantu ngyabazi
abafuni ukubona umunt’omnyama enza kahle
ngob’umona uqal’esweni wehle njani uyenhlizweni
bazokuhlekisa inhlinini bebe bebona kahl’ukuthi
kogijim’imfene
[chorus: lwah ndlunkulu]
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu

[verse 2]
phel’injobo ithungelwabandla
nemini liyabon’ububende
zabalaza, qinisa la okholelwa khona
isikhali sokulwa nezitha impumelelo
angeke uphumelele mawngaphika ngezinkulumo zabantu

[chorus: lwah ndlunkulu]
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu

[verse 3]
noma bekhuluma bethi “angeke”, kuzokhanya bekezela
ungalinge ulahl’ithemba xabekhuluma ngawe mtakwethu
bazokhuluma baze bayeke
ngcel’uphokophelele uqinedolweni
bazokuzonda uzibuze “wonene?”
ngoba bona bekufun’ekhoneni
[chorus: lwah ndlunkulu]
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu
angek’uphumelele usaphika nabantu
asoze uphumelele usaphika nabantu

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...