kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

elwandle c – buya كلمات اغاني

Loading...

mmmmh hey’yah yah
mmh hey’ jah
elwandle c
ngilosi yami yothando _ey

you’re my best mistake
thinking conceplaiting thinking about ya
wanna capture
every moment that i spend with you
awungitshele wena uthanda bani?
mina noma yena marn?
ngifuna ukwazi ntombi ngikhathele ukulinda
(one) i still love you
(two) i still need you
(three) stay with me babe

umh mara wena!
awusafuni kuzwa lutho
awusafuni kuzwa lutho!!
awusafuni kuzwa lutho
hey hey hey hey hey’hey’hey’hey hey babe

buya
buya sthandwa sami i was doing wrong
buya (ah buya)
bamb’ isandla sami you belong here (you belong here)
buya (ah buya)
suka laph’ ukhona you belong here (you belong here)
buya!!
wena ngilosi yami_ ngilosi yami yothando

iphutha lami ngiyali vuma
ngisakuthanda please buya
ngicela unginik’ elinye ithuba
nami ngumuntu nginamaphutha babe

ngenkhathi ngiku jolela mina beng_y’soli
ngangithembe ukuthi ngizothi i’m sorry
ngcela uxolo, ungithethelele
ngicela ushwele, ungixolele, ayidle ishiyele
kwakungamele ngikuphathe kanje

ngiyazi ngakulinga
futhi ngisakudinga
ngiyavuma ngiku hurt(ile)
ngiku disappoint(ile)
ngiku phoxile
izethembiso ngiziphulile

haw’ buye

buya
buya sthandwa sami i was doing wrong
buya (ah buya)
bamb’ isandla sami you belong here (you belong here)
buya (ah buya)
suka laph’ ukhona you belong here (you belong here)
buya!!
we a ngilosi yami_ ngilosi yami yothando

buya
buya sthandwa sami i was doing wrong
buya (ah buya)
bamb’ isandla sami you belong here (you belong here)
buya (ah buya)
suka laph’ ukhona you belong here (you belong here)
buya!!
we a ngilosi yami_ ngilosi yami yothando

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...