kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

duncan – dlala mrepha كلمات اغاني

Loading...

[intro]
qo qo qo qo! isphethu s’yaqondanisa
qo qo qo qo! u_duncan uyaqondanisa
qo qo qo qo! u_suspect uyaqondisa
qo qo qo qo!

[chorus]
yebafethu sengwinle (dlala mrepha)
ng’zizwa ngath ng’hambel mafini (dlala mrepha)
isgubhu ngapha slokhu sing’nockile (dlala mrepha)
aw! sengholile ningangdidisi (dlala mrepha maan please!)

[verse 1]
beng’hlel eduze kwa_bar man u_wallet ugcwel’ amaphepha (money)
ng’bizi stif after stif engath ingqondo iyalahleka
sgubhu skhalela phezulu ng_ybona seng’dansa esxukwin
knalengane ebing’bhekile engbuka ngelihlo elgangile
idansa izimunce nomunwe lengane mfethu igwinile
ng_ydonsa nga_jaiva nayo yathi “khona enghamba naye”
yathi “khona enghamba naye, kncono asphumele ngaphandle”
ngase ngkhipha amapheshana ng_ythengela ama_savannah
masfika ngase mnyango angiybuzanga ngish igama
ng_yncikisele ebonden yaphefumlela emadleben
ng_ydlala umqala ngolimi yath “angime ngyagijima”
yath “angime ngyagijima asbheken indawo ecashile”
ngathi mina asblome la, yath kqala asgwine
ngath why? yathi “please bhuti wena thatha la”
ngasengthatha nam ngigwina
ngizwe sengathi k’shisi gazi ngabona
ngabona ngathi sek_dryer umhlaba, yebafethu kwenzenjan’?

[chorus]
yebafethu sengwinle (dlala mrepha)
ng’zizwa ngath ng’hambel mafini (dlala mrepha)
isgubhu ngapha slokhu sing’nockile (dlala mrepha)
aw! sengholile ningangdidisi (dlala mrepha maan please!)
yebafethu sengwinle (dlala mrepha)
ng’zizwa ngath ng’hambel mafini (dlala mrepha)
isgubhu ngapha slokhu sing’nockile (dlala mrepha)
aw! sengholile ningangdidisi (dlala mrepha maan please!)

[verse 2]

[verse 3]

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...