kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

dboi-era – singadlal’abantu ft. musiholiq كلمات اغاني

Loading...

dboi_era feat. musiholiq
singadlal’abantu

intro
qesh_sh_ ehhh!
chorus
dboi_era
singadlal’abantu thina weehhh
sizophumelela noma bengathini
sizophumela noma bangenzani
kusekudeeee ma lapha esiyakhona
noma kwehlela (iyeehh) sizofinyelela
noma kunzima (ahhaaa) sizongenelela
singadlal’abantu thina weehhh
sizophumelela noma bengathini
verse 1
musiholiq
singadlal’abantuuu!!!
bethi ngiyi flop and everything that i do…(ehh)
bayakhulum’ abantuuuu, kodwa ekugcineni it’s all about youuu!!
and the… ave bethanda ukuhleka umuntu ozamayo (umuntu ozamayo)
bathanda ukuzenza ncono kunomuntu ophantayo hhooo
ave bethanda ukuhleka umuntu okhalayo
mangabe kuncono ukube yibo abalayohhh (yoohhh)
ku easy nokugxeka mungaphandlе
nenkinga mawukuthi ayikaze ikushaye
kunini bеsivalela ngaphandle
manje siyangena and singene ngenkani
singadlalaaaa

chorus
dboi_era
singadlal’abantu thina weehhh (ohhh)
sizophumelela (iyee) noma bengathini (singadlala)
sizophumela (ohh) noma bangenzani
kusekudeeee ma lapha esiyakhona
noma kwehlela (iyeehh) sizofinyelela
noma kunzima (ahhaaa) sizongenelela
singadlal’abantu thina weehhh
sizophumelela noma bengathini
verse 2
dboi_era
nawo manzi engen’ endlini
sizokhala kuzwe bani?
inhlupheko kwabalele (inhlupheko ma)
ayikho nhlobo inkomo yomthongo
you will never, never know when your time has come
keep trying, keep grinding kuzolunga
ngizodiliza zonke izintaba leziiiii ngizenze ugwaqo
abantabam bayohamba la begijima
kuyophela lona ikhubalo kubathakathi (ikhubalo ma)
sengifikile (ehhe) sengingenile (eshee) nezivalo
yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi!
yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi!
mmmm! _ mm!

chorus
dboi_era
singadlal’abantu thina weehhh (ohhh)
sizophumelela (iyee) noma bengathini (singadlala)
sizophumela (ohh) noma bangenzani
kusekudeeee ma lapha esiyakhona
noma kwehlela (iyeehh) sizofinyelela
noma kunzima (ahhaaa) sizongenelela
singadlal’abantu thina weehhh
sizophumelela noma bengathini
yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi!
yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi! yeyi!
mmmm! _ mm!

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...