kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

daliii – uzobuya كلمات اغاني

Loading...

[chorus: sphawa]
kulungile
amantombazane
kodwa uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo
ngithi kulungile
amantombazane
wen’ uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo

[verse 1: daliii & sphawa]
bhek’
bhek’
bhek’
bhek’
ntombazana ngiykthanda (buya)
bhek’
bhek’
bhek’
bhek’
ntombazana ngiyak’dinga (dinga)
bhek’
bhek’
bhek’
bhek’
ntombazane uyanglinga (ungang’ kwatisi)
bhek’
bhek’
bhek’
bhek’
ntombazane s’yaringa (siyakhuluma)
ngabheka bang’shaya ngestina (nkos’ yam’)
ng-ybheka le outie mayfika (eisaan)
bheka manje sengiz’ bambe nefiga
i figured
i’ll just get me another
bheka manje sek’yafiwa
bheka manje sek’yanyiwa
ng’yaz’ one day uzobuya
kodwa ngaphandle ziyabuya
nomama uyabuza
ngabe uzobuya (awu buya bo, awu buya bo)
k’dala wahamba (awu buya bo, awu buya bo)
buya endlini (awu buya bo, awu buya bo)
ngiyak’ dinga embedeni
ng’yafisa ubuye (awu buya bo)

[chorus: sphawa]
kulungile
amantombazane
kodwa uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo
ngithi kulungile
amantombazane
wen’ uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo

[verse 2: okay wasabi]
seng’khathele
seng’dlekile
ung’wonile
ngik’thembil’
wang’khombis’
ub’hlung’ bempilo
sowung’moshil’
ang’sak’themb’
ung’bophile
kant’ impilo
inok’linga
inomlilo
wang’guquz’
wang’khuthuz’
ng’yenz’ islima
kanti why ung’yenza ka so
why ung’phul’ inhliziyo
why ung’yenza ngizisole
beng’sezo khipha nemal’ yama lobolo
sengizom’tshela nonyoko
masiye ekhaya [?]
manje ngibuya ngingedwa
wen’ owami ngomuthetho
inkinga yakh’ awuna muthetho
nomama wam’ waze wathetha
angizi why ngakukhetha
wena uyitsotsi
terry pheto
entlek voetsek
i don’t want you back
mxm, phu

[chorus: sphawa]
kulungile
amantombazane
kodwa uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo
ngithi kulungile
amantombazane
wen’ uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo

[verse 3: sphawa]
kulungile
noma ungahamba uzogcin’ ubuyile
uzong’ khumbula mina mesek’shubile
ufuna uk’buya lento yenu iphuphile
masow’ gugile
uphambene
ntombzane uphanbene
ngak’tshela kodwa wena aw’mameli
ng’funuk’bon’ ukuthi lento uzoy’mela
bow’ngazi ukuthi lento izophela
ntombazane
why ung’ yenza so man
ntombazane
why ubaiza so man
angazi ukuthi why ung’chaza so
angazi ukuthi why ngik’thanda so

[chorus: sphawa]
kulungile
amantombazane
kodwa uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo
ngithi kulungile
amantombazane
wen’ uzohamba
uzobuya bo
wen’ uzohamba
uzobuya bo

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...