kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

coolkiid – inhliziyo كلمات اغاني

Loading...

[chorus]
oko ngahlangana nawe, nawe sthandwa sam’
sey’ze yaphola, yaphola inhliziyo yam’
oko ngahlangana nawe, nawe sthandwa sam’
sey’ze yaphola, yaphola inhliziyo yam’

[post_choprus]
nakuwe ngicela makubheda
ubokhumbul’ ukuthi
nami nginayo, nami nginay’ inhliziyo
nakuwe ngicela makubheda
ubokhumbul’ ukuthi
nami nginayo, nami nginay’ inhliziyo yeah

[verse 1]
ngicela ukuthi nakuwe dali
nomak’theni ngisho nomakunjani
ngeke ungijikele (jikele, jikele)
ngeke ungijikele (jikele, jikele)
ngicela ukuthi nakuwe dali
nomak’theni ngisho nomakunjani
ngeke ungijikele (jikele, jikele)
ngeke ungijikele (jikele, jikele)
ngoba sek’dala ngifunana no thando
bengidlala, abantu beng’phul inhliziyo
ngoba sek’dala ngifunana no thando
bengidlala, abantu beng’phul inhliziyo
[chorus]
kodwa oko ngahlangana nawe, nawe sthandwa sam’
sey’ze yaphola, yaphola inhliziyo yami
oko ngahlangana nawe, nawe sthandwa sam’
sey’ze yaphola, yaphola inhliziyo yami

[post_choprus]
nakuwe ngicela makubheda
ubokhumbul’ ukuthi
nami nginayo, nami nginay’ inhliziyo
nakuwe ngicela makubheda
ubokhumbul’ ukuthi
nami nginayo, nami nginay’ inhliziyo yeah yeah

[verse 2]
bayakhuza abantu manje we malovey
kade babezibuza ukuthi ngiyophelelaphi
mabancame ngoba manje ngiphethe ungqo wothando
kanti wena muntu wami ubukephi?
kunini ngifunana nawe we lovey yeah
beng’dlala abantu
beng’dlala abantu yeah yeah

[bridge]
you are my number one (oh)
you are my number one (yeah yeah)
you are my number one
my number one we ma love_o
you are my number one (oh)
you are my number one (yeah yeah)
you are my number one
my number one we ma love_o
[chorus]
ngoba oko ngahlangana nawe, nawe sthandwa sam’
sey’ze yaphola, yaphola inhliziyo yami
oko ngahlangana nawe, nawe sthandwa sam’
sey’ze yaphola, yaphola inhliziyo yami

[post_choprus]
nakuwe ngicela makubheda
ubokhumbul’ ukuthi
nami nginayo, nami nginay’ inhliziyo
nakuwe ngicela makubheda
ubokhumbul’ ukuthi
nami nginayo, nami nginay’ inhliziyo

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...