cishababhemu – inkezo كلمات اغاني
[refrain]
nants’ inkezo kaw’chathaz’ inhlese
nants’ inkezo kaw’chathaz’ inhlese
nants’ inkezo kaw’chathaz’ inhlese
nants’ inkezo kaw’chathaz’ inhlese
[verse 1]
min’ uk’cish’ ababhemu nge’ ng’pheze
noze n’gubh’ umswarelo n’gwazel’inkece
nizokhothama la nithi mnewethu ngenkani ng’misuzulu ngidl’ umal’zwende
ng’thath’ iskhala sami ngumastende
nakules’ya s’khala nong’phembhel’ imeshe
n_z_ iy’khali zam’ iklwa nenhlendla zib’khali zik’thint’ ukhalis’ okwentswempe
nants’ inkezo kaw’chathaz’ inhlese
keng’habul’ ijiki ngizw’ amapеrcent
ng’sazominyaminya ngize ng’hlabek’ imеkwa
ayand’ ungang’thathi nges’nxele
kesizwane ning’biz’ umangethe
nengenabhas’kid’ iyangen’ emakethe
ngadalwa ney’nyamazane ngisalind’ umkhont’ umdali wathi mangethe
ng’sazogadla lengom’ ay’namngcele
ay’nampheme ng’zophiqeleka ngeke ng’pheze
ng’zophind’ umphehlu ng’phume ng’pheth’ izaqheqhe mak’phela lephepha ng’ncind’ is’thupha ng’pheqe
qhela bhojongwana k’ngen’ ingqwele
engal’bheki nekhanda mfan’ ivel’ igqeme
qaphel’ ingqomfela kavongwe, ng’shiya beqandula
ng’gqilaz’ ingoma qede ng’ngqeshe
[hook]
nans’ inkezo kaw’chathaz inhlese
nans’ inkezo kaw’chathaz inhlese
nans’ inkezo kaw’chathaz inhlese
nans’ inkezo kaw’chathaz inhlese
(ey)
[refrain]
khiph’ ikhathaz’ emfuthweni, umvuka wendulo!
(ngoba ayikalothi)
khiph’ ikhathaz’ emfuthweni, umvuka wendulo!
(ngoba ayikalothi)
khiph’ ikhathaz’ emfuthweni, umvuka wendulo!
(ngoba ayikalothi)
impi yamadube ayikalothi, lona umvuka wendulo!
[verse 2]
umvuka wojama, umvuka wey’jaka, umvuka wey’ngqalab’khosi bukandaba
umvuka webuth’ el’mavav’ amaqhaw’ anamava
inala nomanukelana
bavuka kwagqama k’qala k’qhel’ iy’gqala
k’dw_nguzel’ iy’dwaba
k’dabulek’ idwala
k’dalulek’ udaba
k’dange nabadala
k’ded’ isangca imbala solokoz’ udwadwa (ishuu)
[outro]
kade ngasho mina ng’zalwa amaqhawe (ng’zalw’ amaqhaw’ iy’nsizwa)
kade ng’batshela mina nguw’zalo lweqhawe (ng’zalwa zinsizw’ amabutho)
ngizalwa zinsizwa (iinsizw’ iinsizw’ amashinga)
(thinta mina mfan’ uzogob’ umlenze)
كلمات أغنية عشوائية
- cat in a zoo › cat in a zoo – me ajude a enxergar com os seus olhos كلمات اغاني
- curyshimi › curyshimi – introspection كلمات اغاني
- juice wrld › juice wrld – death penalty كلمات اغاني
- tinecchi › tinecchi – drugrace كلمات اغاني
- mark manthei › mark manthei – mary is a millionaire كلمات اغاني
- royce › royce – alien كلمات اغاني
- humanist › humanist – kingdom كلمات اغاني
- trippie redd › trippie redd – no honorable mentions* كلمات اغاني
- astion › astion – broken dreams كلمات اغاني
- lil pines › lil pines – caça níquel كلمات اغاني