cici – indaba ka bami كلمات اغاني
[verse 1]
lal’ esfubeni sami
lalel’ inhliziyo yami
ibiz’ igama lakho
ifuna wena wedwa
bamb’ isandla sami
uyizw’ imizwa yami
gijim’ igazi lami
ngifuna wena wedwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
[verse 2]
buk’ emehlweni ami
bon’ umphefumlo wami
uk’jula kwenhliziyo yami
ngibona wena wedwa
sondez’ eduze kwami
kekho omunye ofana nawe
thand’ indlela ong’thanda ng-yo
ngibona wena wedwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
[brigde]
uyilanga, uyinkanyezi
uyikho konke engikuding-yo empilweni yami ahh
akekho omunye ofana nawe sthandwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
كلمات أغنية عشوائية
- digibro › digibro – bedroom bedrock كلمات اغاني
- j list › j list – got damn كلمات اغاني
- dave koz › dave koz – right by your side كلمات اغاني
- dendemann › dendemann – so siehts aus كلمات اغاني
- 8387 › 8387 – без тормозов (bez tormozov) كلمات اغاني
- pejter › pejter – zanim to będzie modne كلمات اغاني
- scars › scars – lh كلمات اغاني
- nkay › nkay – playin” كلمات اغاني
- eladio y los seres queridos › eladio y los seres queridos – millón de millones كلمات اغاني
- wir sind helden › wir sind helden – bring mich nach hause كلمات اغاني