kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

black coffee – uthando كلمات اغاني

Loading...

[verse]
thando uyadida, ngokuhlala enhliziyweni
nhliziyo lawe uyaxhaka, nhokuhla emfihlakalweni
awuko nowodwa umthambo okhombisa lapho okuhlala khona uthando
engabe besabekhona na, abathanda ngakho konke abalakho
abathanda ngomphefumulo wonke
abathanda ngenhliziyo
ngob’ uthando silufuna endaweni ezahlukileyo
abanye balufuna emalini uthando
abanye balufuna ezimotweni, uthando
awwwwu ‘thando waze lwabadida
kukho nkonke esikufunayo emhlabeni lesingakwenza
uthando luhlalaendaweni yalo
sizwa ngomusa lomgqhumu enhliziyweni
ungasebenzangokuzikhandla, uzuze konke okufunayo
kodwa uthando luyahlala emfihlakalweni iiiii
kodwa uthando ligidiza lapho okungaboni muntu khona
okwalwumhlaba kukandla inhliziyo, okwalelilizwe kuyawu kandl’ umoya
hlal’ unjalo ufuna uthando laph’ ongakhona
hlal’ unjalo uhlezi ndawonye lo thando
hlal’ unjalo ujaqa uqazindlеlaaaaa
ehhhee futhi thandooo

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...