kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

big zulu – ushun wenkabi كلمات اغاني

Loading...

[chorus: anzo]
yey wazini?
wazini ngenkabi rap? ushuni wenkabi
lento yaqala kanzima
kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u_brentwood ne rap
mina ngangeke ngiyeke ushuni
ngihambe phezu kwembewu
lent’ engiy’phethe u “can’t get”, bheka ngibangena
esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

[verse 1: big zulu]
mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula
buningi ubunzima n0bungqinamba esasibuthola masisay’susa
abanye bes’bhuqa bethi asikhohlwe senze iphutha
ngeke siy_reach(e) le_level ngoba i_style sisase poor
ushuni wenkabi inkani, ngeke uwumele ungena nkani
lona umdlalo wezimnyama ey’nxanxatha igxolo ney’nkabi
umahlekwabulawe, indoda ayikhuzwa ungena nkabi
mawungathinta ushuni wenkabi lingashona ungumfelokazi
kwafik’ inkabi bachoma, kwakhwif’ unyazi yahloma
siyayaz’ eyakwethu, yam’bamba umfana uyaqonda
yayibiz’ ingoma babonga, yakhiph’ u_1 bafola

[chorus: anzo]
yey wazini?
wazini ngenkabi rap? ushuni wenkabi
lento yaqala kanzima
kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u_brentwood ne rap
mina ngangeke
ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu
lent’ engiy’phethe u “can’t get”, bheka ngibangena
esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

[verse 2: big zulu]
ay ama_bergville alindile ukuthi inkabi ngeke isiphoxe
ngapha izitha ziyagomela, zithi khohlwa ngeke i_top(e)
eyakwethu siyayazi, ushuni wenkabi ngeke isikhohlwe
idl’ uthukela, ukhahlamba, ayibhinci isidwaba ngeke iflobhe
laph’ engiphuma khona impi inokusuka ngengoma
kuqhuma iqupha kuwa umfana, sizwana amandla singamadoda
shwele u_cheese boy angagoba
ngisho umkhwekazi uyazotha
ukube iy’ntaba ziyakhuluma, mningi umlando kuleza yindonga
bonke ubunzima nenhlupheko yami buyophenduka umlando
ushuni wenkabi uphokophele, inkabi ayizondi ubamb’ ithambo
kuyof’ iy’nsizwa kusale iyibongo, esamaqhawe isihlalo
kungen’ inkabi bayakikiza

[chorus: anzo]
yey wazini?
wazini ngenkabi rap? ushuni wenkabi
lento yaqala kanzima
kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u_brentwood ne rap
mina ngangeke ngiyeke ushuni
ngihambe phezu kwembewu
lent’ engiy’phethe u “can’t get”, bheka ngibangena
esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

yey wazini?
wazini ngenkabi rap? ushuni wenkabi
lento yaqala kanzima
kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u_brentwood ne rap
mina ngangeke ngiyeke ushuni
ngihambe phezu kwembewu
lent’ engiy’phethe u “can’t get”, bheka ngibangena
esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...