kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

big zulu – 150 bars (ke hip hop dawg) كلمات اغاني

Loading...

[intro: cassper nyovest, big zulu]
(ke hip hop dawg)
ayi, shun wenkabiay’ awuthi siyizwe stallion sekonakele
(ke hip hop dawg)
asengenil’amanz’ endlini mfo kamgule
ayikho into ezakwenziwa sebebhedile
ufuseg akabe ufusegi ke manje angeke sisabuyela emuva
ay khaleke konakele ke maje

[verse: big zulu]
ay inkabi nation manje ngeke ngibingelele
senizongithola ngaphakathi ngiginga indoda ingalindele
ibhekane nenkabi ngeke iphume ingalimele
ithi izo save i_hip hop, iy saver njani nayo iy fele?
inkabi ingaphakathi ayibingeleli ayisaqoqothi
umfan’ uyodlala nowabo ushun wenkabi awusatotosi
ng’ khule iy’nsizwa ziboshiwe kulelizinga asisankonkothi
nina nijwayel’ ipiano la kusho ihip hop as’kokodi
woz’ enkab mawufuna ibeef uzofika itafula lidekiwe
uhlale wazi may’ ngakuhlula uzophuma ingozi sik’ gqemile
uthi sibonela kuwe upheth’ igame, usudakiwe?
family tree ishlahla sensangu, yin’ engathi usubhemile
okay angiqale ngawe ngoba ngathi usuya speed_a
usese mncane mufasa, kim’ awuhlukile nosimba
ay’khale may’khala lakim’ akekho ozongithinta
kule industry sengi famous ngiwu nkulunkulu niyangisumisa
uxolo ma n0baba ang’soze ngathuka i_family
kuleli hlathi ngiwuthazane ngisadlala nambhubesi
ngiqinisa abafana sebenomqondo wama thekeni
ama los [?] i_skinny jean kom rapper sekunokuvela iphenti
i’m zulu man with the power angisakhulum ngo nasty c
i_flow kimi itotal kom rapper kukhuph_ka i_bp
akekho ongang’ thinta ningangitseheli ngo stogie t
imercedes isentanyeni kodw’ ama garage aemtee
hip hop iphethwe inkabi usoma tekisi ithini i_clock
nijuthwa ifacebook notwitter bathi nidumile ko tiktok
nikhuluma kakhulu ng_yhi ninokugqoka iy’kinnytop
kukhon’ obhadelewa ukushaywa nikhala kamndand’ njengo slik talk
ubani ustogie t uye wenzani savuka sezwa?
umkhonto kim usesandleni isdudla ngis’shiya siphethe inxeba
ngidla amabars ung’ dlela umona ingulube inginonele
isdudla sinokufana nebhola, i woundn’t mind ukuk’ khahlela
kunzima ukufica inkabi bafana sekuyakhuph_kela
sikhipha ama_hit everyday anofika soncobelela
bhayiziswa ama_comment angabe nje niya concentrater
ngoba i_game ibuzwa kim engathi ku hip hop ngiyi commentator
nithi uzulu akasarap, kanti nikhuk_ma amanga
ngaqala uk’rapper nibancane, nanisathi inyam’inama
indlala ibanga ulaka kant ulaka lubanga indlala
sinemali eningi siye duabi 3.7 ukubona intaba
ngikhuluma lezindaba ngoba akekho engimsabayo
angibuze ukhona ogolozayo noma nje ongigolombayo
ngeke nibkekane nami none nje nizingane ey ‘khasayo
bathi ni_fly ngibon’ iy’mpiko ngathi nibaningi eniphaphayo
ngiphendule irap irank ukhona ofuna ukuthini
ngiqasha ucassper nokwesta ntambama ngifuna icheck_in
usomatekisi onemali, vele nginemali eningi
i’m ambitious and hungry ngilamba ngidle ama artist
ya, ya, yanzima lendaba, inkabi ibulala amajaha
akekho ongngithinta ngeke umthinte umuntu umsaba
kwakhala umadala wathi “la kushuni akudlalwa”
ulambile ufuna i_beef enkabi asinayo i_deal yendlala
ushuni wenkabi awuncengi, nginiqonda nqo anginicengi
maningazw_nga ukuthi ngithini anosondela nje anginihlebi
ibhulukw’ i_stallment alingixegi, indaba yoskrr_skrr angiyi ngeni
100k performance ningangitsheli ngabo 25k
hip hop will die when you say so, you will die when i say so
kufa kwakho kuya trenda ngathi icala lakasenzo
r.i.p king pro, ricky rick, makhado
angidlali when it’s cash time ngakubheka uthola i_k.o
mina ngiyinkalatha ushuni wenkabi inxakanxaka
basukele ingadlangadla iskhondlakhondla inyakanyaka
wena k.o uyiqhakaqhaka, ngakucela ifeature w_ngishayashaya
ngakugcina uthatha iz’ngane zeskole wawudume nge “caracara”
wena stogie t lana asikho e_overseas naleslungu sakho esingapheli ungaidaleli isphithiphithi
omunye ngamcela ifeature wathi ngiyabanda ngindikindiki
bheka manje ubanda mpo wagcina i_hit nge “tsikitsiki”
bafana nicwela ukuphapha ozongiphendula ngidonsa impama
ningangitsheli ngesph_kuph_ku unota anginaso iskhathi sohlanya
akaphilile loyo ekhanda angasekela inkosi yohlanga
ufuna beef ngikunika inkomo engakadliwa, ngathi eyentombi yomhlanga
manje ngisese under ground, inkabi isakhothwa ngamadlozi
khuza om’rapper amagold_digger ngisengaba gubhel’ umgodi
u_aka no k.o ngagcina nithi ni run’a ijozi
nigijimaphi ngoba asini boni, kwaphela icomrade marathon
hip hop ikude ukufa mangisasekhona
ikude ukuphupha om’rapper ngibalalisa phansi sweet dream bakude ukuvuka
ngi under ground ngikude ukubuya
iflow imn_z_ bakude ukuvutha, ngivala
ngama bars ngeke kuloot we angiyena uzuma
sengiqedile nge old school ngingena ku new school wena_
[outro: big zulu]
related songs

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...