bhekumuzi luthuli – bengikwethemba كلمات اغاني
[pre_chorus:]
iqinis’ alikh’ emhlabeni
nguwe lon’ owenze kanjena kimi?
iqinis’ alikh’ emhlabeni
nguwe lona owenze kanjena kimi?
[chorus:]
beng’kwethemba ngikuhlebela zonk’ izinto
beng’kwethemba ngikuxoxela zonke
beng’kwethemba ngikuhlebela zonk’ izinto
beng’kwethemba ngikuxoxela zonke
[post_chorus:]
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha ngethemb’ umuntu
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha
ngеke ng’phinde ngenz’ iphutha ngеthemb’ umuntu
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha
nguwe lon’ ongenze kanjena?
nguwe lon’ ong’hlinzel’ ezibini?
[refrain:]
(vel’ umunt’ uyajika)
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
(vel’ umunt’ uyajika)
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
(vel’ umunt’ uyajika)
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
[self_praises:]
thefeza mhla ubonwe zintombi zamoyizela kancane
maqede bahlabek’ olova
dlula kanjalo phutha l’yenzeka
mhlab’ ujikel’ obaqwe
yimina mfana
ng’u mfana kamolo
ng’phum’ ezansi kwamaphumulo
inkomo zakithi ng_y’shiya z’phuz’ phans’ emaphisa
k’thiw’ eziny’ z’phuza phans’ kwambhem’
zash’ ihosha
kwaze kwasa umanzuza engalalele
eyoxoxela umamvelase
ukuth’ akatshel’ umazung’ ukuthi akathath’ inyathel’
lent’ ay’kaze yenzek’ emzin’ wendoda yakhile
khwibi!
lelisojana
ng’ngase ngik’hlanganise ne_knorrox
maqede ngik’fak’ izinyo
ngik’bek’ endawen’ yakho lokhu
ng’kuphethe ngomdladlav’
umthwalo katholakele
bath’ yi_abnormal
mabili amasango
k’khon’ elokuya nelok’buya ekhaya kwanina kwaradebe
hlikihla dobson’
[pre_chorus:]
iqinis’ alikh’ emhlabeni
nguwe lon’ owenze kanjena kimi?
iqinis’alikh’ emhlabeni
nguwe lon’ owenze kanjena kimi?
[chorus:]
beng’kwethemba ngikuhlebela zonk’ izinto
beng’kwethemba ngikuxoxela zonke
beng’kwethemba ngikuhlebela zonk’ izinto
beng’kwethemba ngikuxoxela zonke
[post_chorus:]
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha ngethemb’ umuntu
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha ngethemb’ umuntu
ngeke ng’phinde ngenz’ iphutha
nguwe lona owenze kanjena kimi?
nguwe lona ong’hlinzel’ ezibini?
[reprise:]
(konk’ okuhl’ ebeng’ kwenzela kona)
(aw’sakwazi)
(sewukhumbul’ okubi kodwa)
(konk’ okuhl’ ebeng’ kwenzela kona)
yini eyashabalalisa ubuhle bami?
(aw’sakwazi)
(sewukhumbul’ okubi kodwa)
(konk’ okuhl’ ebeng’ kwenzela kona
(vel’ umunt’ unjalo)
nemal’ yam’ sayidla nawe
(konk’ okuhl’ ebeng’kwenzela kona)
(aw’sakwaz’)
(sewukhumbul’ okubi kodwa)
nemal’ yam’ sayidla nawe
(konk’ okuhl’ ebeng’kwenzela kona)
yini eyashabalalisa ubuhle bami?
(aw’sakwaz’)
(sewukhumbul’ okubi kodwa)
(konk’ okuhl’ ebeng’kwenzela kona)
(vel’ umunt’ unjalo)
[refrain:]
(vel’ umunt’ uyajika)
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
umunt’ ulal’ ephenduka
(vel’ umunt’ uyajika)
wajik’ umuntu
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
hhaw’ umunt’ ulal’ ephenduka
(vel’ umunt’ uyajika)
wajik’ umuntu
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
(vel’ umunt’ uyajika)
(kodwa ngang’ngaz’ ukuthi naw’ ungang’jikela)
كلمات أغنية عشوائية
- ulf lundell › ulf lundell – rätt كلمات اغاني
- o s t r hades › o.s.t.r. & hades – rap na osiedlu كلمات اغاني
- bad religion › bad religion – the world won’t stop كلمات اغاني
- whole slab › whole slab – lamar odom كلمات اغاني
- big baby gandhi › big baby gandhi – summertime thing كلمات اغاني
- black the ripper › black the ripper – missing you كلمات اغاني
- mick jenkins › mick jenkins – lack كلمات اغاني
- buddha lounge ensemble › buddha lounge ensemble – the shining كلمات اغاني
- padre marcelo rossi › padre marcelo rossi – tudo e do pai كلمات اغاني
- crocker › crocker – southern piano كلمات اغاني