kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

beast (rsa) – igosti كلمات اغاني

Loading...

[chorus _ beast]
uh ah, makhelwan’ (makhelwan)
danki ngiyabonga (danki ngiyabonga)
uyangicindezela? (uyangicindezela?)
usazobona (usazobona)
with your fake ass i swear to god you did the most
ubungibukela phansi, kanti awuboni ukhanda igosti, ‘khanda igosti
makhelwan’ (makhelwan)

[verse _ beast]
kanti zikhiphani elayifini vele vele?
everybody has that one guy ohlal’ ebelesele
‘hlezi egade okubi, makungasikho lokhu, ilokuya
mase kuhamba grand akasabonwa njengenokia
zishaphi madala?
bekuwena okhomba kuqala
manje umlomo usuyawuvala ngoba i_awuthi isinokushay’na
yeh? izolo lokhu bengincenga ngicela ispani
wathi ngifuna ukufakwa njalo w_ngiqamba ugesi wekhadi
khululeka intwana i_smart, khululeka intwana i_bold
cool with distruction boyz but i’m not queuing for the gold
umakhelwane ubudomu bugcwele mfi ikhandelikhulu
ilenhlobo engavele ufune umhlaba kudj bhunu
he hated and i listened, now i’m in my missions
now you tryna kick it ’cause i’m touring like the pistons
umona udlala ngani
inkinga naye akayiboni
yazi ngiyadabuka njenge_charger yama_iphone
[chorus _ beast]
danki ngiyabonga (danki ngiyabonga)
uyangicindezela? (uyangicindezela?)
usazobona (usazobona)
with your fake ass i swear to god you did the most
ubungibukela phansi, kanti awuboni ukhanda igosti, ‘khanda igosti
makhelwan’ (makhelwan)
danki ngiyabonga (danki ngiyabonga)
uyangicindezela? (uyangicindezela?)
usazobona (usazobona)
with your fake ass i swear to god you did the most
ubungibukela phansi, kanti awuboni ukhanda igosti, ‘khanda igosti

[verse _ beast]
bangizela ngokuningi, sengiyabazi ngiyabadoja
ngumavula_vala ungaze ungibize uramaphosa
ngisho ungathi uyagabha ungincisha umoya, ngisengamosha
phela nendoda ibuye isuswe njenge logo yakwa_boxer
k’hambani?
please don’t make angry joe sophambana
umungakhokhi ngiyanyamalala owkwenhlonipho ka_car guard
bathi ngiyeke ukushibiza eyi, ngiyazama kodwa
ngigcine ngibamba int’encane nje, ngiyibambisa okwazodwa
numbers on the board, umakhe kuthi akabhode
i see you tryna stop, hah mtsheleni akhohlwe
ya, mangishaya i_number bathi run it back
phela ngiphakamis’ i_flag ‘ngazuthi ngikgulaza e_standard bank
that’s why he’s heated
homie been defeated
lapho ngapha s’bamba ama_win then we repeat it
akeze sishay’ imali la, it’s rake it or beat it
inkinga, uhlale e_high kakhulu njenge_price ye_take it or leave it
[chorus _ beast]
makhelwan’ (makhelwan)
danki ngiyabonga (danki ngiyabonga)
uyangicindezela? (uyangicindezela?)
usazobona (usazobona)
with your fake ass i swear to god you did the most
ubungibukela phansi, kanti awuboni ukhanda igosti, ‘khanda igosti
makhelwan’ (makhelwan)
danki ngiyabonga (danki ngiyabonga)
uyangicindezela? (uyangicindezela?)
usazobona (usazobona)
with your fake ass i swear to god you did the most
ubungibukela phansi, kanti awuboni ukhanda igosti, ‘khanda igosti

[outro _ beast]
(makhelwan, danki ngiyabonga)
(uyangicindezela? usazobona)
(ey, usazobona)
(usazobona)
makhelwan, danki ngiyabonga)
(uyangicindezela? usazobona)
(ey, usazobona)
(usazobona)

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...