kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

azana – umaqondana كلمات اغاني

Loading...

[verse 1: azana]
ngiyehla ngiyenyuka angimuthol’ umaqondana
izinsuku ziyedlula angisithol’ isithandwa sami
bayabusa abalutholile uthando, abathi sofa silahlane
bayabusa abalutholile uthando, abathi nal’ubambo lwami

[chorus: azana]
ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
angimuthol’umaqondana
ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
angimuthol’umaqondana

[pre_chorus: azana]
kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya

[verse 2: sino]
andifumani usofasilahlane wani (sofa silahlane wani)
andisfumani is’thandwa senhliziyo yami (inhliziyo yam yam)
kaz’ba uphi yena, yen’ozofunisana name
kaz’bushonephi naye na ozohlekisana nam’
oh nam’ ndithini weh

[pre_chorus: azana]
kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya
kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya

[chorus: azana]
ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
angimuthol’umaqondana
ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
angimuthol’umaqondana
ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
angimuthol’umaqondana
ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
angimuthol’umaqondana

[outro: azana]
maqondana wam ushonephi nah? ayy
maqondana wam ushonephi nah? ayy
maqondana wam ushonephi nah? ayy
maqondana wam ushonephi nah? ayy

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...