xavier debloqe - rctt كلمات الأغنية
[bridge: xavier debloqe]
angeke ngimyeke angigibel’ ikhanda
angigibel’ ikhanda
angigibel’ ikhanda
angigibel’ ikhanda
angeke ngimyeke angigibel’ ikhanda
angigibel’ ikhanda
angigibel’ ikhanda
angigibel’ ikhanda
[verse 2: cishababhemu]
cisha…
ang’yon’ indela angiz’ uk’dazuluka igama senil’zwile
ng’coba ng’coboshise k’badeshi ng’yekezise bazile
ng’cwalile ng’chophile kung’cikile uk’hlala ngingagqizile
ilemigaqo eng’ngasagaqi kuyo imizila engiy’zilile
ang’kaze ng_y’fundela lento ng_y’dlela amathamb’ engqondo
ingelezo iyakhuluma amadambi ng’wezwa ngobhoko
ngethambek’ umhosha ngavuka ney’xakil’ iy’nkondolo
ng’senkanjisweni yokudludlunga lezehlo zenzolo
buk’ uxhakaxholo ngafik’ emgwileni maseng’comba
zonke ley’khophoco y’khosel’ ey’khakheni maseng’khona
zikhihl’ ez’mathonsi zize y’dlul’ ukotshi masey’fosha
ng’semancushe kepha ng’sacija lomgodi ng’sazow’fosha
selimathumb’ entaka n’thuka ng’thelekile n’zothayiza
seng’ngemva kwendaba ng’bhula ngol’gwegwile ng’zon’gazinga
n’zotheth’ amacala kade n’ngqabashiya ng’zon’qulisa
gob’ amadlangala ak’lalwa la kwami ng’zonqubisa
bantsholwan’ ababelel’ unyendle bequng’ ukweqotha
kwandlovana lez’ ey’phangalele zabhubha ngedosha
zang’khomba ngevele eswel’ amasu’ esivel’ igogoza
zabona seng’khwele ng’nakashele imbilapho nes’londa
ng’phum’ odwini ey’dulini ey’ndongen’ ey’dumis’ ondulinde
kwandoda nendoda idofoz’ idokodo may’dukile
kwandonga z’yagqogqoza kwalendod’ eyodw’ edumile
ng’say’lendoda eyodw’ ediliz’ iy’ndonga masey’dubile
كلمات أغنية عشوائية
- summrs - shake it كلمات الأغنية
- the clever references - of melbourne, victoria (live from hamish's house) كلمات الأغنية
- titus groan - it's all up with us كلمات الأغنية
- yvng patra - little demon كلمات الأغنية
- herowhither - blade shine كلمات الأغنية
- hannes wader - indian summer كلمات الأغنية
- mooncrate - huwag ka nang mawala كلمات الأغنية
- laurie shaw - current wife كلمات الأغنية
- centrifugenet - simulation كلمات الأغنية
- pi'erre bourne - fendi dreams (waking up) كلمات الأغنية