
white killer - ethekwini كلمات أغنية

[intro: white k!ller]
hhey yah aw lulu ungenzan aw lulu ungenzan hhey yah
[corus:white k!ller]
seng’khumbul udali
seng’khumbul ulovey
sengiyethekwini ngobon imbali
sphalaphala sendoni yamandzi
ng’khumbul udali
seng’khumbul ulovey
seng’hlulekile ukuy’bamba honey
ingk_mbulo nghlel esid’i’skhathi ngakbon dali
[verse 1:white k!ller]
athi ngcindzetel inombolo yakho sthandwa
ngizok’bambel’emoyeni
yaz inhliziyo yam mayizw iphimbo lwakho
phel iveli gcumel emazweni (emazweni)
angazi k_mb ukdali sono (ukdali sono) uk’thol uthand engkondzweni (hhe hheyi)
kodwa lesi isbusiso somdali savela ngakay’miseli
ngakbona kuth uybambo lwami (uybambo lwami) ngsengaka k’sheli (ngsengaka k’sheli)
ngathе ngikbuka ngabona luthando lugijima ngekhath emehlwеni (hha)
bayakhuluma bantu bathi kute int’engapheli
asbayek abantu dali phela ngoba bazo’sphosa ngaseweni
[corus:white k!ller]
seng’khumbul udali
seng’khumbul ulovey
sengiyethekwini ngobon imbali
sphalaphala sendoni yamandzi
ng’khumbul udali
seng’khumbul ulovey
seng’hlulekile ukuy’bamba honey
ingk_mbulo nghlel esid’i’skhathi ngakbon dali
[verse 2:tee flame]
(hheyi yea my love)
nami ngyak’khumbula sthandwa sam
nam ngisegoli ngfun imali
kodwa usang_yeki bekezela mama ngsendleleni ngiyabuya mama weah! weah hhe noma sikhuluma nangocingo
amehlo wam afuna kukubona
nhliziyo yam ikhumbula wena
sengyabuy iphelil’inyanga weah (sengyabuy iphelil’inyanga weah)
sengyabuy iphelil’inyanga weah weah hhe
[corus:white k!ller]
seng’khumbul udali
seng’khumbul ulovey
sengiyethekwini ngobon imbali
sphalaphala sendoni yamandzi
ng’khumbul udali
seng’khumbul ulovey
seng’hlulekile ukuy’bamba honey
ingk_mbulo nghlel esid’i’skhathi ngakbon dali
كلمات أغنية عشوائية
- starletta - sun rider كلمات أغنية
- aregoal - восемь шесть!(eight six!) كلمات أغنية
- spira me - with grace i walk an extra step كلمات أغنية
- jason dea west - daddy was a drunk كلمات أغنية
- c0zy - dih money كلمات أغنية
- lola young - woman (nocturnal sunshine remix) كلمات أغنية
- jukjae (적재) - cliché كلمات أغنية
- aleciamber - diversa كلمات أغنية
- ayurveda - white كلمات أغنية
- try1 (트라이원) - you be my next كلمات أغنية