
vusa mkhaya - ubuntu كلمات أغنية
[verse 1]
ngazalelw’enkomponi mina
ngakhulel’ enkomponi
ngeke ngikhohlwe lapho engivela khona
umuntu ngumuntu ngabantu
isizwe yisizwe ngamasiko
uyikho lokho oyikho ngoba yimi
ngiyikho lokho engiyikho ngoba nguwe
chorus
ho ham
ho ham
ho ham
ho ham
ho ham
[verse 2]
khumbula
khumbula
khumbula la ovela khona
khumbula
khumbula la ozalwa khona
abazali bakho baqakathekile
inkomponi yakho iqakathekile
abangani bakho baqakathekile
hay’ ubuntu bakho buqakathekile
[2nd chorus]
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
ho ham
ho ham
[verse 3]
amasiko akho aqakathekile
ilizwe lakho liqakathekile
ubuntu bakho buqakathekile
abantu bakini baqakathekile
khumbula
khumbula
khumbula la ozalwa khona
khumbula
khumbula la ovela khona
abazali bakho baqakathekile
inkomponi yakho iqakathekile
abangani bakho baqakathekile
hay’ ubuntu bakho buqakathekile
[chorus]
ho ham
ho ham
ho ham
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
كلمات أغنية عشوائية
- no devotion - a sky deep and clear كلمات أغنية
- миша марвин (misha marvin) - porn كلمات أغنية
- the booyah! kids - i'll hold u, beth كلمات أغنية
- bryan dunn - whiskey and smoke كلمات أغنية
- window view - madeline كلمات أغنية
- nolie - undone كلمات أغنية
- jane air - 16 тонн (16 tons) كلمات أغنية
- shae/anti - שאיי - tenetos - תנטוס كلمات أغنية
- s.g. goodman - you were someone i loved كلمات أغنية
- kurtys - confie-toi كلمات أغنية