thoba ndlovu - ungowami كلمات الأغنية
(verse)
bhek’ amehl’ axophuk’khany
ub-mnyama bebuyini
ngibong’ ub’thongo
bungiyisa ezulwini
s’chith’ iskhathi sphikisan’
ungtshela ngaba kini
mangik’buz’ uhlushwe yini
(chorus)
uzobezwa beth’ uvelelwe velelwe
zowukhomb’ umuzi onotshwala
uzobezwa beth’ uvelelwe velelwe
zowukhomb’ umuzi onotshwala
mus’ ukung’phunyuka
nguw’ ozongkhulula
(verse)
mina ngahamb’ ethunzini lokufa
ngicinga wena uma ngingaduka
sochith’ impilo zethu sifuduka
kodwa ngothand’ ungcish’ uthando aysuka
(chorus)
uzobezwa beth’ uvelelwe velelwe
zowukhomb’ umuzi onotshwala
uzobezwa beth’ uvelelwe velelwe
zowukhomb’ umuzi onotshwala
mus’ ukung’phunyuka
nguw’ ozongkhulula
(bridge)
uthando olungaka sthandwa sami ngilwenze njani
uthando lwakho muntu wami ngil’nike bani
uthando lwakho sthandwa sami ngilwenze njani
uthando lwakho muntu wam ngil’nike bani
(chorus)
uzobezwa beth’ uvelelwe velelwe
zowukhomb’ umuzi onotshwala
uzobezwa beth’ uvelelwe velelwe
zowukhomb’ umuzi onotshwala
mus’ ukung’phunyuka
كلمات أغنية عشوائية
- ruined (doomgaze) - summer كلمات الأغنية
- guesstheboy & tereshuk - binarius كلمات الأغنية
- neal fox - the good in us كلمات الأغنية
- aimless crusade - 2nd slide to the left كلمات الأغنية
- sayanara - москва (moscow) كلمات الأغنية
- slvtn - мой выбор (my choice) كلمات الأغنية
- joel goldenberger - watermelon shirt كلمات الأغنية
- joel deleōn - idk y كلمات الأغنية
- penny x - faster كلمات الأغنية
- the beach boys - wake the world (alternate version) كلمات الأغنية