kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava – dali كلمات اغاني

Loading...

[intro]
mina ungethul’ umthwalo
mina ungethul’ umthwalo

[verse 1]
uthando lwami bengikunika lona
bekungelakho wedwa
emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye
bengith’ uyithemba lami
ngoba ikusasa lami bengilibona kuwe
bengithi sohlukaniswa yikufa nawe
kanti lutho
bengithi uzongivikel’etheni zami
kanti ngobulawa nguwe
sekusobala kuthi konke wakusho ngami
okuhle you never meant it
ngiyisilima yazi ngoba
every time you told me that you loved me
i believed it

[pre-chorus]
kodwa inhliziyo yami
iyafuna ukukuxolela
inqgondo angeke ivume
ngibuz’ukuthi
ngabe yini lengaka yini lengaka
akunika yona, ong-yitholi kimi
engabe yini lengaka yini lengaka
akunika yona
enginganayo mina

[chorus]
awu, dali
dali, sthandwa sami
awu, dali
dali, sthandwa sami
kanti yini ungenza nje
kanje kanjena

[verse 2]
kuningi engikufuna kuwe bengikufuna kuwe
mina into elula engekho ingkinga dali
kunye ukuthi uthando lwethu lube
injabulo inyembezi ngabi into eseduze
bengikuthemba ngempilo yami
manje ngikhala kuze kuse
akekho ozongiduduza
ngathi ngavele ngiduke

[pre-chorus]
kodwa inhliziyo yami
iyafuna ukukuxolela
inqgondo angeke ivume
ngibuz’ukuthi
ngabe yini lengaka yini lengaka
akunika yona, ong-yitholi kimi
engabe yini lengaka yini lengaka
akunika yona
enginganayo mina

[chorus]
awu, dali
dali, sthandwa sami
awu, dali
dali, sthandwa sami
kanti yini ungenza nje
kanje kanjena

[outro]
mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe
ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
ngakuthanda bethi sokesibone
ngakuthanda baby
mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe
ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
ngakuthanda bethi sokesibone
ngakuthanda baby

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...