kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sytroo – ubuhlungu كلمات اغاني

Loading...

[intro] sytroo
gimmie the mic, ngikhulume nabantu. asiphile sibambisane to fight pain maybe singawina. imagine looking around you wonke umuntu ujabulile, iy’nyembezi oy’bonayo ey’qhamuka kwinjabulo k’phela

[hook] sytroo
ubuhlungu baba, ubuhlungu mama
ubuhlungu bhut’wami ubuhlungu sis’ wami
ubuhlungu mngani wami, there’s pain in my heart
you can beat me in my face, but pain will swim deep in my heart

[verse: 1] sytroo
it pains me ukuthi khona abantu abazwela ubuhlungu
yazi noma ngzama ukujabula mekwadlula ingane eyehla iy’nyembezi emehlweni
kvele kwehle konke ukuthokoza kwami
ngiysole mina ngzizwe wrong, ngithi yimi mhlampe ophule lomntwana inhliziyo
more scars and brusies konke lokho kwakha ubuhlungu
bayadliswa bayashona ngoba phela abanye abantu banomona
ksolwe omakhelwane bashiswe, ekuhambeni kwesikhathi
ktholakale ukuthi bekungabona akusekho ukubabuyisa
lapho iy’ngane ay’sanakudla zisele zodwa zilambile
nenk-mbulo yabazali enhliziyweni iyaxina
what i see in this world it’s all pain it’s all pain
iynhliziyo zabantu zingang’fakazela lob’hlungu ngathi ab’pheli
maw’file uyaphumula, then tell me
laba abakthandayo basala be feel(e) kanjani?
obvious what swims in their hearts it’s all pain
each and every day it’s what they gain

[hook] sytroo
ubuhlungu baba, ubuhlungu mama
ubuhlungu bhut’wami ubuhlungu sis’ wami
ubuhlungu mngani wami, there’s pain in my heart
you can beat me in my face, but pain will swim deep in my heart

[verse: 2] sytroo
we all got families, relatives not forgetting our loved ones well
let say we all die now, some will go burn in h-ll
so talk with me there’s something that i want you to tell
wumzali asithi uba ne lucky bakwamukele ezulwini
and found out later ukuthi pain is having fun nengane yakho es’hogweni
or wingane you in god’s hands but abazali bakho bayasha ungambuka kanjani uthixo?
before or after life there’s pain everywhere
saying rest in peace kwabashonile si wrong
umuntu if bephila wrong obvious burning in fire it’s what will adhere, k’pholi’nxeba kvuke’linye
ungabonumuntu ejabulile kanti ngaphakathi uyalila
inhliziyo ingungwe umlilo iyabila
lalela-la if usebhlungwini don’t ever think to k!ll your self
maybe you might be helping your self
but inhliziyo zalaba abakthandayo zolimala baze bafise ukuk’landela

[hook] sytroo
ubuhlungu baba, ubuhlungu mama
ubuhlungu bhut’wami ubuhlungu sis’ wami
ubuhlungu mngani wami, there’s pain in my heart
you can beat me in my face, but pain will swim deep in my heart

[outro] sytroo
pain will swim deep in my heart…
pain will swim deep in my heart…

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...