kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

skhulusamantungwa - gijima remix lyrics

Loading...

(skhulusamantungwa verse)
ng’dwadla ngesvinini
isazodlala lefilimu
namhlanje imina udladla ngiyayishunqisa
ng’qhamuka kafoksen obhuqwini
ng’gudla ngomlamula ngase sipofu ngiy’khombe othuthwini
ng’dlula la emgababa
steppin on the gas ngamawala
sit back fasi seat belt uma usaba
and if your name don’t ring a bell uyasala
bheka! amabombo abheke le edubane
abakholwa sengingenile emkhumbane
ng’bambe ihand of god and samba ngejubane
eh maradona, ngab’ uyang’thola? sjaha lejuphane
ey! ng’buyele ku_n2 i_compass ise_north
ngapha sloke sishilo lesgubhu skhathaza amadoda
it doesn’t get easier when they envy you
ngithi shwi ngapha entuzuma ng’bambe u_emdeeyou
i_flow iyaduzula
ng’loke ng’banyukunya
uma bevale iminyango ngi_knock’a ngendluzula
ngithi “ey! yoh” but ey lo abaleke
ay! akasaleke sibangene

(chorus)
ey! khiph’ unyawo mshana yimi ulaqhasha
i break a leg indaba ngidinga iskhashana
kuyabekezelwa baba ngisho kunga_tough
uma zikuhlasela izinkinga nikini khanda
gijima ntwana, gijima ntwana
kuyabekezelwa baba ngisho kunga_tough
gijima ntwana, gijima ntwana
uma zikuhlasela izinkinga nikini khanda
(celestial mic verse)
ey! batshele bangak phazamis ubusy kab kab
uk’qalaz’ osisi kuzok’shiy’ udizzy mnganam
skinny n_gga, but bonke bayaz’ imin’ ingakara
you know the name, ilenkakh’ ebancinz’ ukhakhay
i’m on my way ngcel’ ung’nik’ iskhashan
i’m just tryna make sure ukuth impil’ iphashasha
for the family, ngiphathe noswid wabashana
give it some time, uzobona y’zophihlika manje
ey! sho, pusha ngenhloso
ang’naskhath’ sebeef unless kush’ izoso
ang’zwan nomsindo, unless kush’ isdonko
askhulum’ ngemana mesithi s’fun’ isobho
yeah! ungaling’ uy’qhathe nombobho
mbombo kanyoko
ngob’ igeng’ yakh’ ikwenz’ impopo
bayak’hlohla, uhlomeke ngesphongo
ugad’ ungasalel’ ngob’ uzosha uzenz’ iskhokho

(chorus)
ey! khiph’ unyawo mshana yimi ulaqhasha
i break a leg indaba ngidinga iskhashana
kuyabekezelwa baba ngisho kunga_tough
uma zikuhlasela izinkinga nikini khanda
gijima ntwana, gijima ntwana
kuyabekezelwa baba ngisho kunga_tough
gijima ntwana, gijima ntwana
uma zikuhlasela izinkinga nikini khanda
(emdeeyou verse)
gijima ntwana, gijima fast
ungabanaki bazok didisa hamba
ng’the gijima ntwana wena gijima fast
ungalinge upause ngobi beat iyahamba
ngidwadla ngyashubisa
mangshaya inumber nganivumisa
ngunkulunkuku inanda ng_y’guqisa
ngiyi tymer ngibust irhyme ngapha iyingane ziyaqhumisa
angigcini ngokbust irhyme ngisho impama ngyay qhumisa
one day ngzoba proud ngithi iyingane ng_yukhulisa
i’m a widower mangikhiph’ i_stress iganja ngyay shunqisa
ngibangena ngomageba kanti kuspana luphi ulwim
im chasing my dream ngijaha ukulala ngyaz’phupisa
bazama ukungi loya icala ngaquliswa
ngisho ebsuku ngibeke umgogo so manglala ngibacuphile
amagwala ngwathusile angthuki inhlamba angibathukile
ngimemeza idistruction elam idladla balishunqisa
bangifisela okuhle mabey tshela ukuthi ngiphumelele
badidiswa yin ngoba phela angikhuluphele
ongakwazanga ukshutha nam uposta ukuthi ngikhukhumele
lama rapper ak’hlaza mina ngizowa qhuqhu pende

(chorus)
gijima ntwana, gijima ntwana
kuyabekezelwa baba ngisho kunga_tough
gijima ntwana, gijima ntwana
uma zikuhlasela izinkinga nikini khanda
ey! khiph’ unyawo mshana yimi ulaqhasha
i break a leg indaba ngidinga iskhashana
kuyabekezelwa baba ngisho kunga_tough
uma zikuhlasela izinkinga nikini khanda

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...