
sjava - winter nights كلمات أغنية
[chorus]
winter nights, azamafishane
ak’vukeki
manginawe nawe nawe nawe
winter nights, azamafishane
ak’vukeki
manginawe nawe nawe, nawe
[verse 1]
manginawe
angfuni lutho
i missed you
besengifile ink_mbulo
ngoba manginawe nothing really matters in this life of sin
eish akphume’engubeni
lele ubaby esfubeni
look out side my window, k’shaya umoya obandayo
s’phansi kwamashidi nodali
s’hleki into engekhoyo, umoya wami ufudumele
uthando kelolo ke
do you really have to go? no
do you really have to go? ungishiye ngedwa?
do you really have to go? ungishiye ngedwa bo
kulamakhaza angaka bo
[chorus]
winter nights, azamafishane
ak’vukeki
manginawe nawe nawe, nawe
winter nights, azamafishane
ak’vukeki
manginawe nawe nawe, nawe
[verse 2]
thanda mina
thande wena
inhliziyo yami mayifuna ifunga wena
asivele sivale amafone, sizibe umhlaba ngamabomu
oknockayo uzoknocka aknocke aze ayeke, simshaye ngebhomu
manginawe ngizwa engathi iphelele impilo yami
manginawe angnalo uvalo ngisho noluncane
ungibonise izulu emhlabeni ngothando
nkulunkulu ngawe ngyamubonga weh
[chorus]
winter nights, azamafishane
ak’vukeki
manginawe nawe nawe nawe
winter nights, azamafishane
ak’vukeki
manginawe nawe nawe, nawe
كلمات أغنية عشوائية
- джезби (dzhezby) - правда (thruth) كلمات أغنية
- sematery eyes - testament one كلمات أغنية
- kevin panchaud - is not the end كلمات أغنية
- day andrade - leave it up to the universe كلمات أغنية
- timont - reichstag كلمات أغنية
- k bibbles - everyday thang كلمات أغنية
- stahlo - schwerelos كلمات أغنية
- crooked i - bossacre skit #1 كلمات أغنية
- lokoy feat. emilie østebø - a mistake كلمات أغنية
- lil bloodsacrifice - 9/11 كلمات أغنية