
sjava - valelise كلمات أغنية
[chorus]
ngthi akulula ukuthi ng’valelise ng’valelise
mang’khuluma nawe sthandwa sami ocingweni
ngthi akulula ukuthi ng’valelise ng’valelise
mang’khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami
[verse 1]
umfana ophi mangkhuluma nawe
ngabe kusa nini ngibonane nane
ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo
mayenii manginephimbo lakho obomaye
lenza kuvuke nezinto eyilele
kanti uyenza ngani
angkaze ngithande umuntu kanje
makuphel’ ihour singakhulumanga
mvele ngizwe ngathi ngizosangana
kanti nguthando olunjani lolu
what kind of love is this
ubuthongo abufiki mangkhuluma nawe
ngabe kusa nini ngibonane nawe
ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo
[chorus]
ngthi akulula ukuthi ng’valelise ng’valelise
mang’khuluma nawe sthandwa sami ocingweni
ngthi akulula ukuthi ng’valelise ng’valelise
mang’khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami
[verse 2]
ubuhle bakho abufaniswa nalutho
kube icala ukuba muhle ngabe sowufile yinhlawulo
ngabe awukho
ngabe kuphelile ngawe ngabe ugcwele amajele
muhle ehleka muhle ekhala
muhle ehleli muhle ehamba
mühle eyithulele engashongo lutho
mawumamatheka yilapho engbona khona ukuthi ngabe idlozi lingigidele mama
thank you lord you’ve been so good to me
ungnikeze ingilosi emhlabeni
zange ulinde ngize ngihambe emhlabeni
akukho okunye engingakubonga ngakho
thath’ inhliziyo yam
ubuthongo abufiki mangkhuluma nawe
ngabe kusa nini ngibonane nane
ngikwenze zonke lezinto eskhuluma ngazo wo
[chorus]
ngthi akulula ukuthi ng’valelise ng’valelise
mang’khuluma nawe sthandwa sami ocingweni
ngthi akulula ukuthi ng’valelise ng’valelise
mang’khuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami (sami)
كلمات أغنية عشوائية
- big melancholy - sodium كلمات أغنية
- bamboo (can) - miles in my mind كلمات أغنية
- starseed'z - boss b كلمات أغنية
- raegan - 101 dalmatians كلمات أغنية
- kai$er (deu) - kein licht كلمات أغنية
- bana (cpv) - nossa senhora di fátima كلمات أغنية
- 2pac - ballad of a dead soulja (original) كلمات أغنية
- kim aljeon (김알전) - your excuse كلمات أغنية
- shagq - nazad كلمات أغنية
- capo - in paris (santiago remix) كلمات أغنية