sjava - umcebo كلمات الأغنية
[chorus]
webaba mabecela kuwe
bacela amandla bacel’umcebo
mina ngcil’ uthando nenhlakanipho, mhhh
[verse 1]
ngith’ umcebo wemali endodeni
engenalo uthando udala umona, nenzondo
kugcina kuphuma imphefumulo
ay’ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
sebenzisa ngendlel’ewrong
kugcina kuphuma imphefumulo
[verse 2]
ngicela isibusiso engiyophila naso ingunaphakade
ngoba lokhu kwasemhlabeni ngeke ngihambe nakho kuyasala
ayipheleli ekufeni impilo ayipheleli emgodini, wеh
ungakhohlwa ukuthi usazoba idlozi emdenini wakho
baba ngicela inhliziyo еyamukelayo
ngizokwazi ukbhekana nezimo ez’ngehlelayo
[chorus]
webaba mabecela kuwe
bacela amandla bacel’umcebo
mina ngcil’ uthando nenhlakanipho, mhhh
webaba mabecela kuwe
bacela amandla bacel’umcebo
mina ngcil’ uthando nenhlakanipho, mhhh
[verse 3]
ngith’ umcebo wemali endodeni
engenalo uthando udala umona, nenzondo
kugcina kuphuma imphefumulo
ay’ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
sebenzisa ngendlel’ewrong
kugcina kuphuma imphefumulo
كلمات أغنية عشوائية
- mr sanka - gallon (the knocks remix) كلمات الأغنية
- yoga كلمات الأغنية
- pesado - que aún te amo كلمات الأغنية
- bengale - dernier tramway كلمات الأغنية
- burgz - paper right كلمات الأغنية
- jrx - mokra robota كلمات الأغنية
- odd john - uncomfortably high كلمات الأغنية
- dendemann - lotta songs/bad rhymes كلمات الأغنية
- massive attack - psyche (flash treatment) كلمات الأغنية
- jelena karleuša - manijak (rmx version by valentino) كلمات الأغنية